KUBA mnandi uma kuhlangene imindeni, izihlobo nabangani, kudliwa izibiliboco kugeleza neziphuzo. Sikuphathele imicimbi ehlukene exoxwa ngezithombe. Uma ufisa ukuthi izithombe zomcimbi wakho zishicilelwe kuleli khasi, zithumele nge-email ethi: [email protected]. Bhala kafushane ukuthi bekuwumcimbi kabani? Umayelana nani? Ukuphi?