Oneminyaka engu-32 uvuke wazithatha waphasa u-matric ngo-A abayisithupha

Simangaliso Ntshangase|Updated

Engxoxweni ekhethekile neSolezwe, uNksz Xulu (32) waseDoringkop, KwaDukuza, KwaZulu-Natal udalule ukuthi u-matric wakhe wawenza okokuqala ngo-2012 esafunda ngakubo ...

Umeluleki wesifazane namasu okubeka imali kusaqala unyaka

Simangaliso Ntshangase|Published

“NAKUBA uJanuwari waziwa ngokuthi yinyanga ende nedonsayo ukwedlula zonke izinyanga zonyaka, kepha futhi kulele kulowo nalowo muntu ukuqinisekisa ukuthi le nyanga ...

Ugaya imali owamavidiyo okuxakwa yidolobha ngoba esuka emakhaya

Simangaliso Ntshangase|Published

UNksz Mthembu (24) usho njalo exoxa neSolezwe ngokungenisa kwakhe ngama-video awenza, bese ewafaka emakhasini akhe ezinkundleni zokuxhumana, osekumakhele abalandeli ...

Uthisha wesifazane nencwadi yokukhuthaza ulwimi ezinganeni

Simangaliso Ntshangase|Published

“NJENGOBA ngiwuthisha ngiyibona nsuku zonke inkinga yezingane ezingenawo umdlandla wokufunda izincwadi, yingakho ngihlale ngisebenzelza ukwenza okuthile ukuzama ...

Uhamba ezinyathelweni zikayise ochuma ngokufuya nokulima

Simangaliso Ntshangase|Published

UKUQAPHELA konke okwakwenziwa wuyise, akhule ekhonze ukutshala nokulima kwabo, kwenze wakhula ebona ubuhle bokuba nokudla ozikhiqizele khona, futhi waqaphela nokuthi ...

Uzosebenzisa owokumodela ukushumayela ivangeli lobuKristu

Simangaliso Ntshangase|Published

INTOKAZI ewuzime waseVolkrust, eMpumalanga, uNksz Unathi Nkosi usethembise ukusebenzisa isicoco somncintiswano wokumodela u-Miss Charis 2025, akhale wemuka naso ...

Incazelo kathisha wakhe yamnamathelisa kwezokuvakasha

Simangaliso Ntshangase|Published

UKUHLATSHWA umxhwele yincazelo ehlabahlosile yowayewuthisha wakhe emabangeni aphezulu ngemboni yezokuvakasha namathuba akhona kuyona kwenza uNksz Hlengiwe Dube wakhula ...

Konke kumi ngomumo ngomcimbi Intandokazi Womens Club

Fanelesibonge Bengu|Updated

KONKE kumi ngomumo ngobukhazikhazi bomcimbi weSolezwe, Intandokazi Womens Club, ozoba sePremier Splendid Inn, eMhlanga kusuka ngo-10 ekuseni kusasa.

#Intandokazi Uyadlondlobala ebhizinisini lokungcwaba oncele kubazali

Simangaliso Ntshangase|Published

UKHULISWE ngabazali abashisekela ukuchuma ngezamabhizinisi futhi benanebhizinisi lokungcwaba, lokho okwenze naye wakhuthala ukufunda nokwenza okuningi kwezamabhizinisi ...

Umshayeli wesifazane ukhala ngezinselelo ezihlukumeza osomatekisi

Simangaliso Ntshangase|Published

UMSHAYELI wesifazane oseneminyaka ewu-18 eshayela amatekisi uNksz Mbali Luthuli usephosele izinhlaka zohulumeni zezokuthutha ezweni ukuthi zifakele amehle isimo ...

Owe-UKZN uhlonishwe ngeqhaza namava akhe kwezempilo

Simangaliso Ntshangase|Published

INHLOKO yophiko lwezifundo zobudokotela besikhumba yase-University of KwaZulu-Natal neyake yaba wumphathi wohlaka lwezempilo kuyo le nyuvesi uSolwazi Ncoza Dlova ...

Uyibamba ishisa ophethe ababhekele ukuphepha emabhishi

Simangaliso Ntshangase|Published

UMA uvakashele kunoma yiliphi ibhishi noma ku-swimming pool okusenkabeni yedolobha iTheku uhlale uzofica kukhona abasebenzi abayaluzayo kuze kushone ilanga nsuku ...

Uncele ibhizinisi kunina osebhekele ukufukula osomabhizinisi abasafufusa

Simangaliso Ntshangase|Published

UKUKHULA ebona unina ezabalazela ukuchumisa amabhizinisi akhe ehlukene kwenza uNkk Naledzani Mosomane waba nentshisekelo yokubona abanye osomabhizinisi bekhula futhi ...

Ubizo lwezolimo lwenza ashisekele ukufukula abasafufusa

Simangaliso Ntshangase|Published

" EZOLIMO zifana nobizo kimina futhi ziwumkhakha engiwenza ngingaphushwa wuthando lokufisa ukuba yisigwili, kepha yi nto engifisa nengihlale ngisebenzela ukuthi ...

Imbokodo izokwabelana ngamasu okuphepha kwi-GBV

Simangaliso Ntshangase|Published

UNksz Happy Gumbi wenhlangano engenzinzuzo, Izinseka Maternal Affection ehlela lo mcimbi, okuzongenwa ngoR500 umuntu wesifazane ngamunye kuwona, uthe bekuhlale kumkhathaza ...

Owaduma kwezemidlalo usesiza abafisa ukuba ngabahlengikazi

Simangaliso Ntshangase|Published

UKUBONA ukuthi usefike esigabeni lapho asefeze cishe konke ayezifisela khona emboni yokwethula izinhlelo zezemidlalo nokunye okweyamene nakho, ngenye yezinto ezenza ...

Ugila izimanga ngencwadi edayisa ubuthaphuthaphu

Simangaliso Ntshangase|Published

Engxoxweni neSolezwe ngale ncwadi, uNkk Tshabalala uthe lena yincwadi elandisa ngempilo yakhe kusukela ekuzalweni kwakhe endaweni yaseziBomvini, iqhubekele ekutheni ...

Uthando lokubala lumvulele iminyango emkhakheni wemali

Simangaliso Ntshangase|Published

UKUBHEKELA ukuthi imali ingena futhi iphume ngendlela efanele yini enkampanini asebenza kuyona, aqikelele ukuthi ayenzi phutha lokungabiki ngendlela efanele kwabezentela ...

Abasiki bengqephu bazomela iTheku kowezemfashini eNamibia

Simangaliso Ntshangase|Published

UMASIPALA weTheku usalokhu uqhubeke njalo nekhwelo lawo lokuqhakambisa imboni yezemfashini nokusiza ukuchumisa abasiki bengqephu, njengoba sekuqale amalungiselelo ...