Kuyamshubela uShinga oyalelwe ukuba asule kwesikaMphathiswa

Sabelo Nsele|Published

KUZOTHOLANA ingwe nengonyama esigcawini sokuqondisa ubugwegwe uMphathiswa wezokuThuthukiswa koMphakathi KwaZulu-Natal, uNksz Mbali Shinga, oshushiselwa ukushaya ...

Sekuqoqwe ngaphezu kuka-R150 000 esikhwameni samadodana kaDJ Warras

Fanelesibonge Bengu|Published

KUSAQOQWE u-15% ka-R1 million okuhloswe ngawo ukuthi ufakwe esikhwameni sokusiza izingane zakhe ezintathu kaWarrick “DJ Warras” Stock odutshulwe wabulawa eGoli maphakathi ...

Linqobe usizi iqembu linikelelwa ngetekisi

Fanelesibonge Bengu|Published

NGESIKHATHI lilindele ukuthola imiyalezo yasebhange kulandela ukucela kwalo uxhaso ukuze lithenge itekisi entsha kulandela ukudunwa kweyalo nyakenye, iqembu lomculo ...

Akanalo noluncu uvalo uRamaphosa ngokuhlaselwa yiMelika

Mhlengi Shangase|Published

I-ANC ithi iSACP izobe yenze elikhulu iphutha emlandweni ngokuhlabela phambili ngokuzimela okhethweni

Sisuse ukukhuluma isigqebhe somsakazi woKhozi FM

Charles Khuzwayo|Published

KUHLUKENE imibono ngesiketi esifishane ebesigqokwe wumsakazi woKhozi FM, uBingelela Mpanza, ngesikhathi ephethe uhlelo kwiMthandeni Summer Experience eMdletsheni ...

Badidekile kubulawa obesongelwa ngokungawuboni unyaka omusha

Nkosikhona Cele|Published

Badidekile kubulawa obesongelwa ngokungawuboni unyaka omusha

OweBafana uphawula ngokubalimaze kwi-Afcon

Xolile Mpisane|Published

UNETHEMBA lokuthi bazozisebenzisa izifundo abazithole kwi-Afcon unozinti webafana Bafana uRicardo Goss.

Babekelwe umnqamulajuqu abafuna kubuyekezwe ukuchithwa yiNSFAS

Mhlengi Shangase|Published

IKHWELO kwabachithwe yiNSFAS kwezoxhaso

Ngeke silibone elidlalayo kwiMelika - Mbalula

Sabelo Nsele|Published

UNOBHALA jikelele we-ANC, uMnuz Fikile Mbalula, uthi uyazi ukuthi iNingizimu Afrika angeke ilibone elidlalayo uma iMelika ingase inqume ukugasela

Kuphele amahlathi kuboshwa abane ePhoenix

Nonkululeko Nhlapo|Published

Amaphoyisa abophe abasolwa abane ePhoenix

Izinyunyana zichitha eyokumiswa kwabafundela ukusebenza emakhemisi

Gcwalisile Khanyile|Published

Izinyunyana zichitha ukumiswa kohlelo lokuqeqesha abezempilo eKZN

Elinye ithuba kwabazokhala ngaphansi ka-matric

Mhlengi Shangase|Published

Abazokhala ngaphansi kwa-matric bayalelwe ukuthi bangatatazeli

Bevile esigidini abazoxhaswa yiNSFAS kulo nyaka

Mhlengi Shangase|Published

Bacela ku-50 000 abachithwe yiNSFAS ekutholeni uxhaso

Kusize ama-drone kuboshwa abebezama ukufohla emngceleni

Mhlengi Shangase|Published

Kubanjwe inqwaba ebizama ukungena ngokungemthetho kuleli

I-ANC izokhipha bonke abaholi bayo

Sabelo Nsele|Published

IZOGADLA ngazo zonke izinduku zayo i-ANC emizwameni yayo yokunxenxa abantu ukuba bahambele umcimbi wokubungaza usuku okwasungulwa ngalo inhlangano, owaziwa ngeJanuwari ...

UBlack Coffee nemizamo yokuguqula imibandela yedivosi

Nonkululeko Nhlapo|Published

Ibuyela enkantolo eyesehlukaniso sika Black Coffee noMbali Mlotshwa

Kuboshwe owokufika ngokushushumbisa abafana eGoli

Nonkululeko Nhlapo|Published

Kuboshwe oyedwa ngelokushushumbisa abafana abayishumi

Isililo nolaka uMbuso Khoza ehoxa emsakazweni Ukhozi FM

Charles Khuzwayo|Published

ABALALELI boKhozi FM bagqemeke udume lwengozi ngesikhathi umculi we-world music, uMbuso Khoza, ememezela ukuthi usethi khumu ekuvolontiyeni ohlelweni lukaDudu Khoza, ...

UMofokeng uchayize uRhulani omfuna e-Algeria

Mthokozisi Mncuseni|Published

URulani Mokwena uveze ukuthi uRelebohile Mofokeng akayizwa indaba yokudlala e-Afrika kepha ubheke iqembu lase-Europe.