UMSAKAZI wohlelo lwasekuseni kuRadio 2000, uSbusiso " DJ Sbu" Leope nozakwabo uLelo Mzaca noNathi Ndamase basobushini kangangoba sebeze babikwa nakwikhomishani ecubungula ...
UMLINGISI oqavile efilimini esihloko sithi Tales of a Zulu Folk Dancer (Igidangoma), uQagela Nxumalo, ungomunye wamagidangoma abanga umklomelo wezinkomo ezinhlanu ...
AKWAZIWA mbhantshi ukujiya kumaSouth African Dance Music Awards (Sadma) njengoba kuqhathwe izintokazi zaKwaZulu-Natal ezingamavulandlela emnxeni wokuklwebha amapuleti ...
NAKUBA inkonyane izobe ithuka isisinga kumethuli wohlelo lweMoja Love, iSizok'thola,uXolani Khumalo, kodwa uthe akaboni ezohluleka ukulethela bantu baseKurhuleni ...
UMLINGISI ozakhele udumo odumo ngokudlala indawo yomphrofethi uMaMlambo kuZalo nekaConnie Zondo kwiSiphetho The Destiny, uGugu Gumede, ugeze abantu abaningi ubebebe ...
NAMHLANJE sibondwe sashiywa nephini eThekwini njengoba ubumnandi buzobe bubuzwa kuleli dolobha. Yize umcimbi obhekwe ngamehlo abomvu kuyiGcwalisa Spring Picnic: ...
OWAYEYISILOMO soKhozi FM, uSbu Buthelezi, uthe umatasatasa ulungiselela uhlelo olusha azolusakaza khona maduze.
ISIHLABANI somculo kamaskandi sodumo lwengoma eshisa izikhotha kulezi zinsuku ethi Uyoncengwa Unyoko, uLethukuthula " Umafikizolo" Mhlongo uthi uphezu kwamalungiselelo ...
UMSAKAZI wodumo kuKhozi FM neMetro FM, uSiya Mhlongo, uzokwazi ngekusasa lakhe emuva kokuphuma kwesigwebo ngoNovemba 27.
UYISE womrepha ongasekho, uKiernan " AKA" Forbes, ugonyuluke ngobuhlungu abuzwiswe yinkulumo yobenguNgqongqoshe wamaPhoyisa kuleli, uGeneral Bheki Cele ngesikhathi ...
UMCULI kamaskandi uKhuzani " Khuzani" Mpungose uphelelwe ngamagama ehlabana okwesibili kumaHollywood and African Prestigious Awards (HAPAwards) 2025 eWilshire Ebell ...
KUQOPHEKE umlando eMkhosini wokuthela amanzi esigodlweni saseMashobeni oPhongolo ngesikhathi iSilo samaBandla, uMisuzulu kaZwelithini, ephakama abantu abazoba yiso ...
KUZOHLANGANISWA abazalwane bamabandla ahlukahlukene ngamandla omculo wokholo kwi-We Lift Him Higher Gospel Music Experience eNewcastle Show Hall ngoNovemba 22 kusukela ...
UMSAKAZI wodumo kwiMbokodo FM nakuMgungundlovu FM, uDumisani " Dumi Bee" ubulawe ngesihluku phambi komkakhe.
YIZE uSolwazi James " Godolulalamankankane" Mthembu abengawazi umubombo kathisha kodwa ubengomunye wezinyanga ezikhomba ngophakathi.
INHLANGANO evikela isithunzi namalungelo amabandla kuleli, iSouth African Church Defenders (SACD),seyinqumele ugwayi katiki abeMultiChoice nabeMoja Love ukuba bakhombe ...
IZINGWAZI zomculo wombhaqanga, iSoul Brothers, zizogubha ukuqeda iminyaka ewu-50 ziyibambile insimbi ishisa kule ndima ngokukhumbula ozakwabo abangasekho emhlabeni. ...
IZIHLABANI zaKwaZulu-Natal ziyingxenye yamaciko akuleli aqokwe kumqhudelwano wezindondo waphesheya kwezilwandle, i-African Entertainment Awards,USA (AEUSA).
ABAZALWANE bazobhema bakholwe kwi-Ukukhala KweCilongo Worship Experience eLadysmith Town Hall eMnambithi kusukela ngo-5 ntambama njengoba kuzobe kushunyayelwa,kudunyiswa,kukhulekelwa ...
UMLINGISI wodumo kwiGenerations The Legacy, uMahlatse Letoka, ugonyuluke ngokwenza umhlaba wangabe usagoqwa ngenyanga eyedlule.
ISILO samabandla wonke, uMisuzulu kaZwelithini, silwela ukuba iNdlunkulu kaZulu nesizwe samaZulu kuzimele. Ingonyama ikhulume kanje ngesikhathi igonyuluka ngobunzima ...
IZINKINGA ezikhungethe abantu baseNingizimu Afrika, ikakhulukazi intsha, kusukumise intokazi engumntwana kaNkulunkulu, uNksz Samukelisiwe Msomi, ukuba iyocobolela ...
KUGUGQUZELWA abantu abasha ukuba baziqhenye ngolimi lwabo lwebele kuchungechunge lwemicimbi eyingxenye yeNozincwadi Storytelling Festival yakulo nyaka KwaZulu-Natal. ...
ABACULI bombhaqanga babonge umholi wakwaShembe, Inkosi uMduduzi " Unyazi LweZulu" Shembe, ngokufezeka kwephepho labo leminyaka.
UMSAKAZI wohlelo wohlelo lwantambama kwiNtokozo FM, uThobile Siciko, unyelwe yinyoni esandleni njengoba ethole ithuba eliyingayizivele emdlalweni wethelevishini ...