UKHALE ngamaphutha enziwe yiqembu lakhe likhishwa yiTS Galaxy kwiLast 16 yeNedbank Cup umqeqeshi weMamelodi Sundowns uMiguel Cardoso.
AmaProteas azobhekana namaqembu asefomini esigabeni seSuper Eight eNdebeni yoMhlaba yT20.
UNQUME ukuyigabha nakulo nyaka iTotalsports Two Oceans Marathon, umgijmi wamabanga amade, uJenet Mbhele, ovivela ukuyokhipha amanye amangwevu kwiComrades Marathon ...
Lokhu kuqubule imibuzo ngokuphepha kwabesifazane abasebenzisa le mikhiqizo
KUPHENDULEKE imithandazo yababukeli abaningi bomdlalo Inimba, njengoba izolo abahleli bomcimbi amaSouth African Film and Televisin Awards(SAFTA), bememezele abaqokwe ...
Umdlali we-Orlando Pirates uMakhehleni Makhaula akanankinga ngokusala kwiBafana Bafana eya kwiNdebe yoMhlaba ngenxa yeminyaka yakhe yobudala.
UMLINGISI ophinde abe umculi uNomcebo " Dot" Mthethwa usezikhahlele ngazo zombili izindaba zokuthi usebudlelwaneni obuvutha amalangabi ngowayengumgadli weKaizer ...
UMCULI kamaskandi Ichwane Lebhaca seliveze ukuthi lifuna ubulungiswa kuboshwe abalisa abashaye babulala indodana yakhe ngensimbi ekhanda, ngoba beyithole ihleli ...
Ziwakhalele amaphoyisa aqola abanamashibhi angekho emthethweni eMaoti
IKAZER Chiefs idinga ukunyusa isibalo samagoli ukuze ingasaleli emuva embangweni wesicoco seBetway Premiership.
Ungenelela lapho uNksz Nandisa Ngubalenga ngebhizinisi lakhe lezobuchwepheshe i-Innohance Digital, elisebenza enkampanini yakhe yezobuchwepheshe i-Innohance, nonhloso ...
“BEKUHLALE kusikhathaza ukubona inqwaba yabantu besifazane abasebenza ezinhlakeni ezahlukene zohulumeni nasezinkampanini ezizimele, okuba wukuthi bagcina ngalokho ...
Kwaba njalo nakuNksz Nqobile Mgwaba ngenkathi egulelwa wumama wakhe ngo-2022, athola ukuthi unesifo sama-ulcer, lokho kwaphoqa ukuthi enze imizamo yokumsiza ukuthi ...
UKUSHONELWA wuyise ngenxa yezinkinga eziyamene nemishanguzo ayeyisebenzisela ukuthiba isifo somdlavuza eminyakeni emithathu edlule kwakhuthaza uDkt Bawinile Hadebe ...
Uphromotha waKwaZulu-Natal, uSandile Vilakazi, uhlose ukukhombisa ukuthi ibhande laseKZN lisenaso isithunzi
ISHARKS izobe ihlose ubuyisa izinduku kwiLions emdlalweni we-United Rugby Championship.
UMQEQESHI weDurban City, uPitso Dladla, uphumele obala ngokubukeka njengokuzitshwa kwakhe kwesokuba ngumqeqeshi oyinhloko kuleli qembu, ekubeka ngokucacile ukuthi ...
PHEZU kokuba isethenjwa somdlali wakhe, uSiyanda “Skhwishi” Ndlovu, siyamaniswa namaqembu amakhulu aseGauteng kodwa umqeqeshi weLamontville Golden Arrows, uManqoba ...
UKelvin Momo udabuka eSoweto, eGoli, eGauteng. Igama lakhe lokuzalwa wuKelvin Thato Ledwaba. Unama albhamu okubalwa kuwona i-Amukelani (2022), iKurhula (2023), iNtsako ...