USHAYA ibuya ngendawo ebalulekile emkhakheni wokulingisa uBrenda Ngxoli njengoba ezobonakala elingisa indawo kaBrenda Fassie kuqophamlando elithi Vulindlela.
KULINDELEKE ukuthi ugqamise izindlela ezihlukene abantu besifazane abahlukumezeka ngazo umdlalo iGetting tested, ozokhonjiswa ePlayhouse, eThekwini kusuka ngoLwesine ...
UZOFIHLWA kusasa owesifazane waseShanelweni Reserve, eNgome ngaseVryheid ogencwe ngembazo isoka lakhe, lamshisa nendlu laphinde langenca indodakazi yakhe eneminyaka ...
UMLINGISI uLoyiso McDonald usekhuthaze amadoda anganayo inzalo ukuthi angazenyezi njengoba lesi kuyisimo esingaholela ekutheni athathe izinqumo ezingezinhle ngenxa ...
BAZOTHI ncinci kamdoli abantu abakhele uMasipala iKing Cetshwayo, njengoba iMeya uMnuz Sikhumbuzo Dlamini eseveze ukuthi ezinye izindawo ezingaphansi kwabo kuzothi ...
UNGOMUNYE wabalingisi abazoqala ukubonakala kule nyanga, uRonnie Nyakale oshaya ibuya emdlalweni igenerations: The Legacy, ekhonjiswa phakathi nezinsuku ngo-8, ebusuku. ...
AMALUNGU omphakathi waKwaNgqulu, eNquthu asenxuse iNdlunkulu kaZulu noNgqongqoshe wezokuBusa ngokuBambisana kobuholi boMdabu, KwaZulu-Natal, uMnuz Thulasizwe Buthelezi ...
BAZOBHEMA bakholwe abathandi bomculo wokholo eNewcastle, njengoba umculi wokholo uGah Ndlela ehlele idili lomculo iWe Lift Him High Gospel Music Experience, ezoba ...
UMSAKAZI osezakhele igama ngokuba yingxenye yethimba le-podcast iPodcast and Chill with MacG, uSol Phenduka usephumele obala wakhuluma ngenkinga yokugembula athi ...
KULINDELEKE ukuthi sindonse amehlo abaningi isiqephu esiyinqophamlando sohlelo olwalukhombisa imizi nezindawo eziphambili kuleli zosaziwayo nezosopilitiki iTop Billing. ...
UMLINGISI osematheni kulezi zinsuku uTebogo Thobejane useveze ukuthi ukunganakwa abantu besilisa ngemuva kwesigameko sokudutshulwa okuvela ukuthi sasihlelwe owayeyisoka ...
BAZOBHEKANA nenhlawulo abangawashintshile ama-number plate ezimoto zabo esifundazweni saKwaZulu-Natal, njengoba uMnyango wezokuThutha, usubeke umqamulajuqu wokuthi ...
UMPHATHISWA wezokuBusa ngokuBambisana noBuholi boMdabu KwaZulu-Natal, uMfundisi uThulasizwe Buthelezi usenxuse abantu baseJozini ukuthi basuke ezindaweni ezingaholela ...
INTOKAZI eyaphakamisa ifilege lakuleli ithatha isicoco sikazime emcimbini uMiss Universe ngo-2019, uZozibini Tunzi useveze ukuthi ukungena emkhakheni wobumnandi ...
KUBATSHAZWA ubuntu obukhonjiswe umculi wokholo uJumbo Nyangiwe, osize abantu akade engabazi ebuya kosebenza eNdundulu, eMelmoth ngeSonto.
KUBONGWE othisha ngokuzinikela ngesikhathi sokubhala kwezivivinyo zokuphela konyaka njengoba uMasipala waKwaNongoma, unikele ngemali enguR250 000, ukuze izikole ...
KUQOPHEKE umlando eMkhosini wokuthela amanzi esigodlweni saseMashobeni oPhongolo ngesikhathi iSilo samaBandla, uMisuzulu kaZwelithini, ephakama abantu abazoba yiso ...
ABALANDELI besiteshi iMzansi Magic sebegxeke lesi siteshi nenkampani eyaqopha uhlelo iNandi and the Rev ngokuqopha nokukhombisa uhlelo olugcwele ukuhlukumezeka okubonakala ...
USAZIWAYO uSomizi Mhlongo usehambisane nabanye babathandi bomcimbi uMiss South Africa abakhale ngokwehlelwa izinga lalo mcimbi walo nyaka.
KULINDELEKE ukuthi ziwushaye maduzane ezinyaneni uMntwana uBambindlovu ozalwa iSilo uZwelithini noNdlunkulu wesithathu uMantfombi uMaDlamini abangasekho.
KULINDELEKE ukuthi uqhubeke isikhathi eside umbono wokukhiqiza kabusha imidlalo yethelevishini kuhlanganisa amafilimu nama-movie aziwa umhlaba wonke, kwenziwe ukuthi ...
UMSAKAZI wesiteshi esizinze eThekwini, i-East Coast Radio, uTee Xaba uthi uyena obefuna kwaziwe kabanzi ngomndeni wakhe njengoba ubaba wakhe enezingane ezingaphezu ...
UMCULI wokholo uDumi Mkokstad uthi ufuna ukushintsha izimpilo zabantu ngedili lomculo wakhe eselihambele amadolobha amakhulu kuleli iKingdom Mandate Revival Tour, ...
ABATHANDI bezinhlelo zabesifazane abadla izambane likapondo nesezizakhele igama ezwenikazi lase-Africa sebelubheke ngabomvu usuku lokuqala kwesizini yesibili yohlelo ...
UQOLOTHAKAMANGO weciko lakuleli kodwa elizinze phesheya uNkosinathi Maphumulo odume ngelikaDJ Black Coffee, useveze ukuthi abantu abaqhubeke nokuthenga amathikithi ...