ITHI isibeke amathemba ayo kuNkulunkulu ingwevu yaseNdlunkulu ehlaliswe lubhojozi umlilo ongaziwa ongqongqisa izindlu emzini wayo
AHLUKENE phakathi amaqembu ezepolitiki ngesimemezelo sikaNgqongqoshe wezeZimali, uMnuz Enoch Godongwana, okuthiwa sizotakula abantu bakuleli abadonsa ngodizili ngenxa ...
Angu-71 amacala abhekene nothisha baseKZN kulo nyaka
Ithemba kwethulwa umshanguzo owakhiwe kuleli
UZOFIHLWA kusasa owesifazane waseShanelweni Reserve, eNgome ngaseVryheid ogencwe ngembazo isoka lakhe, lamshisa nendlu laphinde langenca indodakazi yakhe eneminyaka ...
UMSAKAZI wohlelo lwasekuseni kuRadio 2000, uSbusiso " DJ Sbu" Leope nozakwabo uLelo Mzaca noNathi Ndamase basobushini kangangoba sebeze babikwa nakwikhomishani ecubungula ...
UKHOMISHANA wamaphoyisa KwaZulu-Natal uLieutenant General Nhlanhla Mkhwanazi uthe basazophenyisisa ukuthi ubani ongaphezulu, okunokwenzeka ukuthi wakhipha isamba ...
KUBONGWE othisha ngokuzinikela ngesikhathi sokubhala kwezivivinyo zokuphela konyaka njengoba uMasipala waKwaNongoma, unikele ngemali enguR250 000, ukuze izikole ...
UMLINGISI oqavile efilimini esihloko sithi Tales of a Zulu Folk Dancer (Igidangoma), uQagela Nxumalo, ungomunye wamagidangoma abanga umklomelo wezinkomo ezinhlanu ...
IHLOSE ukuguqula isimo isimo esingesihle abantu abaphila ngaphansi kwaso inhlangano esanda kusungulwa yezepolitiki, iNational Community Liberation (Nacol) Lokhu ...
AKAKAPHUMI ezingxavuleni uMengameli, uCyril Ramaphosa, odabeni lokuntshontshwa kwezishaqane zamadola aseMelika epulazini lakhe iPhala phala
INKANTOLo iyalele owayewumsakazi oKhozini FM, uNgizwe Mchunu, ukuba axolise kuMphathiswa wezokuBusa ngokuBambisana kanye neziNdaba zoMdabu, uMfu Thulasizwe Buthelezi ...
UHLOSE ukuqinisekisa ukuthi bayanda abantu abasha basemakhaya abangena kwezamafilimi, uMlindelwa Tyekana odume kakhulu ngelikaMan B.
UMENGAMELI, uCyril Ramaphosa, uthi kobe uyaziphuthisela uMengameli waseMelika, uDonald Trump, uma egcine ewudubile umhlangano wamazwe angaphansi kweG20 uzokuba kuleli ...
Kubekwe ngaphezu kukaR100 million kwekaMadlanga
UMENGAMELI, uCyril Ramaphosa, uyihleke ihlaya eyamahlebezi okuthi uhlela ukusula esikhundleni
AKWAZIWA mbhantshi ukujiya kumaSouth African Dance Music Awards (Sadma) njengoba kuqhathwe izintokazi zaKwaZulu-Natal ezingamavulandlela emnxeni wokuklwebha amapuleti ...
Ubufakazi benhloko yezinhloli emaphoyiseni uLt-General Dumisani Khumalo kwiKhomishana kaMadlanga sebuyidonsele amanzi ngomsele njengoba ivulelwa amacala amathathu ...
KUBHIMBA uhlelo kubafundi bakwaGrade 1 kuya ku-3 uma kuziwa ekuqondeni abakufundayo