ITHI isibeke amathemba ayo kuNkulunkulu ingwevu yaseNdlunkulu ehlaliswe lubhojozi umlilo ongaziwa ongqongqisa izindlu emzini wayo
AKAKAPHUMI ezingxavuleni uMengameli, uCyril Ramaphosa, odabeni lokuntshontshwa kwezishaqane zamadola aseMelika epulazini lakhe iPhala phala
INKANTOLo iyalele owayewumsakazi oKhozini FM, uNgizwe Mchunu, ukuba axolise kuMphathiswa wezokuBusa ngokuBambisana kanye neziNdaba zoMdabu, uMfu Thulasizwe Buthelezi ...
UMENGAMELI, uCyril Ramaphosa, uthi kobe uyaziphuthisela uMengameli waseMelika, uDonald Trump, uma egcine ewudubile umhlangano wamazwe angaphansi kweG20 uzokuba kuleli ...
UMENGAMELI, uCyril Ramaphosa, uyihleke ihlaya eyamahlebezi okuthi uhlela ukusula esikhundleni
AHLUKENE phakathi amaqembu ezepolitiki ngesimemezelo sikaNgqongqoshe wezeZimali, uMnuz Enoch Godongwana, okuthiwa sizotakula abantu bakuleli abadonsa ngodizili ngenxa ...
ISILO uMisuzulu Sinqobile kaZwelithini sithi simthanda noma enezingane uNdlunkulu uNomzamo Myeni Zulu
KUGQAME eyokungahleleki nokungaxhumani kahle ezinsikeni ezeseke ubukhosi bukaZulu ngesikhathi kugcagcelwa iSilo uMisuzulu Sinqobile kaZwelithini
I-ANC inqabe isicelo sikaNgqongqoshe wezamaPhoyisa osolwa ngokusondelana nemigulukudu, uMnuz Senzo Mchunu, sokushenxa ezikhundleni anazo enhlanganweni
UMHOLI we-EFF, uMnuz Julius Malema, ufanise intengo yembatha yemvunulo yesinti, neyeLouis Vuitton okuyigama lemikhiqizo ebizayo yaseParis, eFrance.
ALISALANGA ngaphandle igama lephini likakhomishana wamaphoyisa, uLieutenant General Shadrack Sibiya, ohlwini lwamaphoyisa asolwa ngokusebenzisana nemigulukudu
LIMFILIBA ikusasa lomholi weMK ePhalamende, uDkt John Hlophe, omiselwe ukwenza izinguquko ebuholini beqembu ePhalamende
UMBUSO ushubisele inkosi ebhekene noxhaxha lwamacala okubulala, uSimphiwe Erick Zuma
INGODUSO yeSilo uMisuzulu Sinqobile kaZwelithini, uNomzamo Myeni, icele uZulu ukuba uphelele wonke uzozibonela kukhuphuka udwendwe lwayo neMbube
UMaMyeni uthi uyaqhubeka umgcagco wakhe neSilo
ISIKHULU sezinhloli, uLieutenant General Dumisani Khumalo, sidedele ezinye izigaxa ezishaqisayo zephini likakhomishana wamaPhoyisa elisolwa ngokusebenzisana nemigulukudu, ...
USOBISHINI usigagxamabhande wophiko loKlebe owabanjwa eqamba amanga phambi kwekhomishini ePhenya izinsolo ezenziwa uKhomishana wamaPhoyisa KwaZulu-Natal, uLieutenant ...
AYAQHUBEKA amalungiselelo omgcagco weSilo uMisuzulu Sinqobile kaZwelithini noNdlunkulu uNomzamo Myeni
AWASANCENGE amaqembu abusa ngokubambisana kuhulumeni waKwaZulu-Natal njengoba esenqumelene ugwayi katiki
UQALE phansi umdonsiswano wezikhundla eqenjini eliholwa owayengumengameli, uJacob Zuma, iMK
INDLUNKULU kaZulu ithi ayikakhulunywa eyemigcagco yeSilo uMisuzulu Sinqobile kaZwelithini.
KUQOPHEKE umlando eMkhosini wokuthela amanzi esigodlweni saseMashobeni oPhongolo ngesikhathi iSilo samaBandla, uMisuzulu kaZwelithini, ephakama abantu abazoba yiso ...
UFUNA ubulungiswa umndeni wezelamani zaseMasondeza, eMadadeni, eNewcastle, ezitholwe zishaywe zaphonswa emfuleni emva kokusongelwa umakhelwane owalahlekelwa yimvu ...
IKHOMISHINI ephenya izinsolo ezenziwa uKhomishana wamaPhoyisa KwaZulu-Natal, u Lieutenant General Nhlanhla Mkhwanazi, izwe ukuthi usomabhizinisi obhekene noxhaxha ...