iNigeria, Cameroon, Democratic Republic of Congo neGabon bazolwela ukuba yiqembu lase-Afrika elizoqhubeka nemidlalo yokuhlungela iNdebe yoMhlaba ka-2026.
OWAYENGUMQEQESHI weMamelodi Sundowns, uRhulani Mokwena, ubona uThembinkosi Lorch esenalo ithuba lokuzifaka enhliziyweni yomqeqeshi weqembu lesizwe uHugo Broos.
Ikuheha nge-grille enkulu nama-headlights angamaLED ayisibaca anama-daytime running lights ngaphezulu.
Umqeqeshi we-Orlando Pirates u-Abdeslam Ouaddou akafuni kukhulunywe ngendaba yomlando owagcina ukwenzeka ngaphansi kukaRuud Krol.
ISIBABULI somgijimi wesifazane waseNingizimu Afrika, uGlenrose " Supercharger" Xaba, sisha amashushu ngokusonga unyaka ngenothi eliphezulu njengoba silobizela ukwephula ...
UFUNA bayizwise ubuhlungu iBafana Bafana kowobungani ngoMgqibelo umqeqeshi weZambia uMoses Sichone.
IKaizer Chiefs inethuba lokubamba i-Orlando Pirates njengoba bezobhekana emdlalweni weDStv Diski Challenge ngeSonto
Umdlali weBafana Bafana uMasindi Nemtajela obegijima ezitekini eKasi muva nje uphupha ngokuba yingxenye yeNdebe yoMhlaba.
KUTUSWA ukuqina kwamandla erandi nokwehla kwentengo kaphethroli njengezinye zezimbangela zokuthi kulokhu kuqhubeka zinyanga zonke ukudayisa kwezimoto ezintsha eNingizimu ...
IDurban City ixwayise abazali nabadlali ngamaqola athembisa ukutholela abadlali abasebancane izikhala eqenjini elincane.
NGESIKHATHI abanikazi bama-4x4 benza amalungiselelo okugcina okuyontincisana ngezimoto zabo emidlalweni amaNgodini Bunduz Games, eNgodini Bunduz, eShowe ekupheleni ...
KUDINGEKE ukuthi kushintshwe izinhlelo zeqembu lakuleli lesizwe elikhulu ngaphambi komdlalo walo wobungani neZambia.
IKaizer Chiefs ingase ibhekane neZamalek SC yase-Egypt ibanjelwe kulandela imibiko yezinkinga zangaphandle kwenkundla ezibhekene naleli qembu.
Kubukeka kumnyama ngonozinti we-Orlando Pirates osephenduke ukudla kwebhentshi
Umqeqeshi waMajimbos uVela Khumalo uzishaya isifuba ngokudlulela esigabeni esilandelayo seNdebe yoMhlaba.
NGEMUVA kokukhishwa yiMarumo Gallanst kowandulela owamanqamu eCarling Knockout, umqeqeshi weLamontville Golden Arrows, uManqoba Mngqithi, uphumele obala ngokuthi ...
KwaFord babuyekeza uhla lwezinjini kumaRanger ne-Everest ngokwethulwa entsha engu-2.3 litre EcoBoost kaphethroli.
UHugo Broos uxwayise abadlali beBafana Bafana abacabanga ukuthi leli qembu lesizwe yiholidi kumbe indawo yokuhoba.
URelebohile Mofokeng we-Orlando Pirates akanawo uphawini wokungenzi kahle emidlalweni ezayo kwazise usengcupheni yokweqiwa yi-Afcon.
USiya Kolisi ufisa ukusetshenziswa njengesibonelo ukunika ithemba kuwona wonke umuntu okhona eNingizimu Afrika.