Bezishiyana ngomshefezo kwi-HDJ

Simangaliso Ntshangase|Published

UKUKHOLELWA ekutheni abanye abantu abaningi abakuqondi ukuthi umcimbi waminyaka yonke womjaho wamahhashi nezemfashini iHollywoodbets Durban July isisekelo sawo ngesamahhashi, ...

Ukhamba lufuze imbiza kohlabane ngomfundaze wemfashini #HDJ

Simangaliso Ntshangase|Published

Le ntokazi yaseVerulam, enyakatho yeTheku, yenza unyaka wesibili wezifundo zemfashini eMgungundlovu TVET College. Endaweni yesibili ilandelwe wuMnuz Manqoba Mnguni ...

Utusa udadewabo owamhlahlela indlela kwezefeshini

Nonkululeko Nhlapo|Updated

Uyafisa ukukhula umsebenzi wakhe usabalale izwe lonke uNeli Ngwane weNeLindi Fashion House ozinze eMbo eHillcrest

Kukhonya izintokazi zaseKZN koweBasadi in Music Awards

Charles Khuzwayo|Published

KUKHONYA izintokazi zaKwaZulu-Natal kwabaqokwe kumaBasadi in Music Awards. Izilamani zaseNanda, uNaledi Aphiwe noNontokozo Mkhize, yibo abazihola phambili njengoba ...

Kuqhakaza imibala ezothile enemihlobiso emihle kulobu busika

Nonkululeko Nhlapo|Published

Izinzipho ezinhle zikhuthaza ugqozi nokuzethemba, ikakhulukazi ebusika

Kubhekwe ingqephu yosaziwayo nomacaphunakusale kowePolo

Nonkululeko Nhlapo|Published

Ubuye ngezinkani umcimbi oqhakambisa umdlalo we-Polo onikeza osaziwayo ithuba lokuswenka

Inyukile imali yokuxhasa abasiki bengqephu abasafufusa koweDurban July

Nonkululeko Nhlapo|Published

Inyukile imali yokuxhasa abasiki bengqephu abasafufusa

Injabulo intokazi yakwaKhumalo yemuka nesicoco sikaZime waseNkandla

Nonkululeko Nhlapo|Published

Injabulo kuMduduzi Xulu noZothando Khumalo bekhala bemuka nesicoco sikaMr and Miss Nkandla ngempelasonto.

Umswenko waseSoweto nowaseNew York yiwona obudlisa kuleli sonto

Published

Imiswenko kanokusho emcimbini waphesheya kwezilwandle iMet gala.

Nakekela izinwele zakho ngendlela efanele kulobu ubusika

Nondumiso Gumede|Published

Gcina izinwele zakho, zinempilo, zitofotofo kulobu ubusika.

Bayanda abantu besilisa abacwala izinzipho emasaluni

Nonkululeko Nhlapo|Published

Izikhathi sezashintsha abantu besilisa abafuni ukusala ngaphandle ezintweni ezenza umuntu abe muhle.

Kuqhakanjiswa imvelaphi ngengqikithi yeDurban July

Simangaliso Ntshangase|Published

UKUSHISEKELA ukusebenzisa imfashini ukubumba izinhlanga ezahlukene zaseNingizimu Afrika, nokubeka eqhulwini amagugu esizwe kwenze inkampani iHollywoodbets yethula ...

I-DUT izogqamisa ikhono lezitshudeni zemfashini kowengqephu

Simangaliso Ntshangase|Published

UPHIKO lwezengqephu eDurban University of Technology selumi ngomumo ngomcimbi wombukiso wengqephu waminyaka yonke ozoba namhlanje ngo-6 ntambama ophikweni lwayo ...

Baklonyeliswe ngoR500 000 osomabhizinisi abanqobe kwiDBF

Simangaliso Ntshangase|Published

BAKHALE bemuka nesamba semali engaphezu kukaR500 000 osomabhizinisi bemikhakha ehlukene abaklonyeliswe emcimbini weDurban Business Fair Excellence Awards.

Bakubheke ngabomvu ukukhangisa kwiDFF abasafufusa kwezengqephu

Simangaliso Ntshangase|Published

SEBEKUBHEKE ngabomvu ukuyokhangisa ngomsebenzi wabo wemfashini, abasiki bengqephu abasafufusa abawu-22, abaqokelwe ukubamba iqhaza embukisweni wengqephu waminyaka ...

Bathembise imisebenzi abengqephu beklonyeliswa ngoR250 000

Simangaliso Ntshangase|Published

ABASIKI bengqephu eyayidla ubhedu kwiHollywoodbets Durban July, bathembise ukusebenzisa umklomelo weHollywood Foundation, ukwandisa amathuba omsebenzi entsheni enothando ...

Bahlukaniselane izinkulungwane abanqobe kwimfashini yeDundee July

Simangaliso Ntshangase|Published

Bakhale bemuka nesamba sikaR54 000 abasiki bengqephu baKwaZulu-Natal abanqobe emikhakheni emithathu yomncintiswano wezemfashini yomjaho wamahhashi, iDundee July, ...

Sebehlome ngokuphelele abengqephu yeDundee July

Simangaliso Ntshangase|Published

Sebelinde kufike usuku lomcimbi bese ziyaduma emcimbini womjaho wamahhashi waminyaka yonke, ohambisana nemisiko yengqephu nobumnandi, iDundee July, ozoba seDundee ...

Bazituse ngokuzikhandla benqoba koweMiss KZN Queen

Simangaliso Ntshangase|Published

UKUZIKHANDLA nokwenza okungaphezu kwalokho obekulindelekile, ngezinye zezinto ezenze izintokazi ezincane ezimodelayo zaphumelela. Ngokusho kwezintokazi zikholwa ...