OwoMkhambathi nesifiso sokuhamba ibanga kwiNedbank

Sibusiso Mdlalose|Published

PHEZU kokuba abakuphokophelele kakhulu kuwukulwela ukuya kumaPlay-Offs kazwelonke eSafa ABC Motsepe League kodwa umqeqeshi woMkhambatbhi FC, uXolani Khumalo, ukubeka ...

UNgidi ukhuthaza eyokwenza izinto 'ezilula' eNdebeni yoMhlaba

Xolile Mpisane|Published

UFUNA iqembu liqinise ekwenzisiseni izinto ezithathwa njengezilula ukuze kulihambele kahle eNdebeni yoMhlaba yeT20 eqhubekayo e-India naseSri Lanka.

Angene ephelele awaseKZN kwiLast 16 yeNedbank

Xolile Mpisane|Published

Angene wonke amaqembu aKwaZulu-Natal kwiLast 16 yeNedbank Cup.

UMotaung ugwema ukucindeza abeChiefs kwiCaf

Mthokozisi Mncuseni|Published

Isikhulu seKaizer Chiefs uKaizer Motaung Jnr sanelisekile ngendlela iqembu elidlala ngayo njengoba lisesicongweni weCaf Confederation Cup.

UKhalil udalula okuvuse abeChiefs koweCaf

Zakhele Xaba|Published

UYoussef Ben Khalil odalule ukuthi kudingeke baxoxe nabadlali ukuze bezodlulisa okwenzeke behlulwa yiStellenbosch emdlalweni weNedbank Cup

UCardoso ucelela iDowns 'uthando’ ngosuku lwezithandani

Mthokozisi Mncuseni|Published

Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uMiguel Cardoso ucele ukuba kubekwe eceleni ukuklwebhana kubunjwane kusizwe iqembu lingene kwi-quarterfinal yeCaf Champions League. ...

Kuvela elikaMiddendorp kwabazovala esikaBadela kwiCity

Sibusiso Mdlalose|Published

KUNGAKAPHELI sikhathi esingakanani uSinethemba Badela ethathe izintambo zokuqeqesha iDurban City, usekhonjwe indlela kuleli qembu ngezizathu ezingakadalulwa ngabaphathi ...

UVilakazi uveza okuvuse ochithwe yiBucs

Sibusiso Mdlalose|Published

UMQEQESHI weChippa United, uVusumuzi " Kanu" Vilakazi, ubona kube nomthelela omuhle ukusebenza ngesimo somqondo kumdlali waleli qembu, uSinoxolo Kwayiba, ovuke wazithatha ...

U-Ouaddou ubona ubungozi ngomkhuba wabeBucs

Sibusiso Mdlalose|Published

PHEZU kokudlulela emzuliswaneni weLast 16 ngokubhaxabula iTshakhuma Tsha Madzivhandile (TTM) ngo 4-1 koweNedbank Cup Last 32 kodwa umqeqeshi we-Orlando Pirates, ...

I-VW igubha iminyaka engu-75 ngezintsha

Fanelesibonge Bengu|Published

U-2026 wunyaka obalulekile kwaVolkswagen njengoba le nkampani igubha iminyaka engu-75 yasungulwa.

Isikhulu sakwa-Isuzu sibona ithuba ngokuhwebelana kwawase-Afrika

Fanelesibonge Bengu|Published

IZINKAMPANI ezakha izimoto eNingizimu Afrika ziyaqhubeka nokuzwakalisa ukukhathazeka kwazo ngokwanda kwezilandwa kwamanye amazwe zizodayiswa kuleli.

Ithemba kumaProteas ngeNdebe yoMhlaba yeT20

Xolile Mpisane|Published

AZOVULA neCanada ngoMsombuluko amaProteas eNdebeni yoMhlaba yeT20.

Amandla asedluliselwe emadodaneni ezinkunzini zePSL

Xolile Mpisane|Published

ABAHOLI bamaqembu amathathu amakhulu kuleli sebeqalile ukudlulisela izintambo ezinganeni zabo.

IChiefs ethubeni lama-quarterfinal ixebula i-Al Masry koweCaf

Sibusiso Mdlalose|Published

IKAIZER Chiefs izibeke ethubeni lokudlulela kowama-quarterfinal eCaf Confederation Cup iguqisa i-Al Masry yase-Egypt emdlalweni kaGroup D ePeter Mokaba Stadium, ...

Ukwehla kwesasasa leCorolla kwenze kwaToyota babuyekeza uhla lwawo

Fanelesibonge Bengu|Published

UKWEHLA kokuthengwa kweCorolla sedan ne-hatchback kwenze kwaToyota South Africa Motors babuyekeza uhla lwezinhlobo abazidayisayo.

IMan City nenselelo yokuvala igebe kwi-Arsenal ngoweLiverpool

Sibusiso Mdlalose|Published

ABALANDELI bebhola le-English PremIer League namaphanta jikelele baqala inyanga kaFebhuwari ngomdlalo ohlabahlosile wokududulana kwezingqungqulu iLiverpool neManchester ...

I-Al Masry iphethe ukhiye weChiefs kwiConfed

Sibusiso Mdlalose|Published

IFOMU yakamuva yeKaizer Chiefs yeCaf Confederation Cup kufanele nakanjani ibe yisikhuthazi emidlalweni yayo yomibili emibili yokusonga isigaba samaqoqo ukuze izibeke ...

Ibhola laseMzansi lidinga ushintsho: Radebe

Sibusiso Mdlalose and Xolile Mtembu|Published

OWAYENGUKAPUTENI weqembu lesizwe iBafana Bafana, uLucas " Rhoo" Radebe, ubona sesifikile isikhathi sokuthi ibhola laseNingizimu Afrika libe nomholi ozolithatha alibeke ...

UMsinga nethuba lokuvala igebe kwiMotsepe

Sibusiso Mdlalose|Published

UKUQALA umzuliswano wesibili wesizini ka-2025/26 ngeledlule kwamaqembu eSafa KwaZulu-Natal ABC Motsepe League akubuzwa ukuthi kusho ukuqala koshikishi emaqenjini ...