IZIMOTO ezingaphezu kuka-hhafu esigabeni sama-passenger car ezidayiswa eNingizimu Afrika zingamaSUV okanye ama-crossover futhi uthando lwazo liyaqhubeka nokunyuka njengoba abathengi behlukana nama-hatchback nama-sedans.
UNicol Louw oyiBusiness Development Director kwaSVI uthe bahlale bethola imibuzo ngezimoto abantu abangazifaka ukuthi zikwazi ukubavikela enhlamvini.
Inhlangano yabadayisi bezimoto iNational Automobile Dealers’ Association (Nada) ikwamukele ukwehliswa kwenzalo yemalimboleko yathi kuzofaka intshisekelo yokuthenga ...