Sengikhathele umzala ongidla izithende

Distance Gumede|Published

Ngenzenjani ngomzala ongidla izithende?

Isewumqansa eyokungakhoni ukuthola abantwana othandweni

Simangaliso Ntshangase|Published

NJENGOBA siphume kuFebhuwari, inyanga eyaziwa ngokuthi ingeyothando neqhakanjiswa kakhulu ngabantu abasuke besebudlelwaneni bezothando, kuningi abakwenzile benzela ...

Kunosisi ongifunayo emsebenzini ngenze njani?

Opinion|Published

UmbuzoMAGUMEDE, ngicela ukubuza angazi noma ngibona izinto ezingekho yini. Emsebenzini kunosisi esisebenza naye engisola sengathi uyangifuna. Into edala ngisho kanjalo ...

Singabobulili obufanayo futhi siyathandana kodwa isoka lami linentombi

Published

UmbuzoMAGUMEDE, ngiyindoda ethandana nenye indoda. Ezinsukwini ngithole ukuthi ithandana nentombazane futhi eceleni. Ngimbuzile, waphika kodwa nginabo ubufakazi ...

Ngifuna umyeni wami ashade ishede lami lesifazane

Opinion|Published

UmbuzoMAGUMEDE, ngingowesifazane nginemizwa yabanye abantu besifazane kodwa yinto engaziwa umuntu. Ngishadile kodwa ukhona owesifazane engithandana naye futhi akaziwa ...

Umakoti ongabatholi abantwana uyaphiwa ingane emndenini

Intatheli YeSolezwe|Published

SIYAZI sonke ukuthi akuthina sonke bantu besifazane esinenhlanhla yokuthola abantwana. Kwesinye isikhathi - hhayi ngoba singenayo inzalo - kuyenzeka kube yizinkinga ...

Buyize leze ubuhle obungahambisani nesimilo nenhlonipho

Intatheli YeSolezwe|Published

Hlakanipha muntu wesifazane, vuka emaqandeni. Ubuhle abulona ithikithi lokuwina indoda kodwa inhlonipho kanye nesimilo. Ukuba muhle kwakho kanye nokuma kahle akube ...

Akulungile ukufuna ingalo nesiphanga uma kulotsholwa

Intatheli YeSolezwe|Published

NAMHLANJE ngifuna ukuqhubeka ngikhulume ngento ethinta ilobolo njengangesonto eledlule. Ngithi ake ngisike elijikayo kule nto yelobolo ngoba kwezinye izindawo kubukeka ...

Abesifazane bazitika ngamathoyizi ocansi

Published

UCWANINGO lakamuva ludalula ukuthi iningi labesifazane selizithokozisa ...

Ngino-50, angikaze ngimuthi mbibi umuntu wesifazane

Intatheli YeSolezwe|Published

Umbuzo:MAGUMEDE ngingowesilisa osekhulile impela. Ngineminyaka ewu-50. Angikaze ngiganwe nhlobo selokhu ngavela futhi angikaze ngilale nomuntu wesifazane ngokocansi. ...

Musani ukuzitika ngocansi izingane zingakalali!

Intatheli YeSolezwe|Published

NAMHLANJE ngifisa silalelisise bakwethu, ibalulekile le nto engifuna ukunikhuza kuyona. Ningayibona imikhuba eyenziwa yizingane zenu uma zidlala nezinye laphaya ...

Ungimithisile, usehlala nomama wengane

Published

UmbuzoMaGumede, ngicela ungitakule sisi nakhu ngibishile. Isoka lami langifihlela ukuthi lisathandana nomama wengane yalo laze langikhulelisa. Manje ngithe ngisahleli ...

Inesicefe indoda engaganiwe efuna ukudla emhlambini

Intatheli YeSolezwe|Published

KUNINGI ukuzithethelela emadodeni angaganiwe. Abanye bathi bazoganelwani ngoba abesifazane abasaziphethe kahle. Omunye athi ngeke aganwe ngoba usephoxeke kaningi ...

Abesifazane banekhono lokuzenzisa ocansini

Published

ABESIFAZANE bahamba bodwa uma kuziwa ekuzenziseni ocansini. Yibona abangongqondongqondo ekwenzeni sengathi bayaluthokozela ucansi kanti cha.

Sichathe sichathile izingane zolala nogogo!

Published

KUSEMINI bebade, yisikhathi samaholidi kanti kumnandi emakhaya. Injabulo iyachichima ngoba umndeni uhlangene kudilike neGoli, intokozo esemakhaya ngalesi sikhathi ...

Uphi umakoti?

Nonkululeko Nhlapo|Published

AWUBANGA muhle lo nyaka kosaziwayo abaningi abaphumele obala ngokuhluleka ukugcina izethembiso zikasofa silahlane nezinqandamathe zabo. Kube buhlungu ukuzwa izindaba ...

Ningaxatshaniswa amabhonasi kaKhisimusi

Intatheli YeSolezwe|Published

SEKUYISO leso sikhathi sokuphela konyaka lapho kucaca khona abantu abathandana ngokweqiniso nabadlalayo. Lena yinyanga embi impela kwabayizithandani ezintekenteke ...