SEKUNGENELELE inkakha kaDJ ehlonishwa umhlaba wonke, uBlack Coffee, ukusiza izingane ezinenkinga yamehlo ezisafunda isikole ngokuzihlola aphinde aziphe izibuko mahhala ngomkhankaso oqala namuhla.
UDJ Mngadi usho njalo ekhuluma enkonzweni kaNjinji (41) ebingoLwesine ezindlini zomsakazo zoKhozi FM, eThekwini, lapho obekubuthene khon abasakazi, umndeni, izihlobo ...
UMCULI we-Afro pop futhi ongumingisi nomxoxi wezindaba uQhawelentombi usethembise ukusebenzisa ubuciko bakhe ukuxoxa indaba ehluba udlubu ekhasini ngobuhle, ububi ...
NGESIKHATHI sinyuka isibalo sabeseka umkhankaso wokuthi kuvalwe iPiano Pulse podcast kuYoutube ngenxa yenkulumo " egxeka" uThatohatsi ngomzimba wakhe, lo mculi ubonge ...
KUHALALISELWE usomahlaya waseNingizimu Afrika uTrevor Noah omenyezelwe njengozokwethula uhlelo lwamaGrammy Awards okwesithupha kulandelana eLos Angeles ngoFebhuwari ...
OSAZIWAYO bahalalisele abaphase u-matric baphinde bakhuthaza abangaphumelelanga ngokuvuka bazithathe.
UZIPHENDULA ihlaya izigigaba adlule kuzo usomahlaya uFelix Hlophe njengoba ekupheleni kwenyanga eqala umjikelezo iRunaway Bride eMgungundlovu.
UNkosazana Daughter oyisilomo sama-piano, uqophe i-video wayifaka kuTikTok kulandela ukuhlale njalo abantu bephawula ngokwehla kwakhe emzimbeni.
USEHLALELWE wukuhlinzwa kathathu uDJ owasinda engozini yemoto nyakenye kwashona umngani wakhe.
USHAYELWE ihlombe uBonang Matheba ngezinga eliphezulu alikhombise ephethe uhlelo emncintiswaneni kaMiss Cosmo eVietnam ngoMgqibelo, naphezu kobuhixihixi obube khona ...
AKUVUTHONDABA amalungiselelo omcimbi i-Asingene Siphila Jazz & Gospel Music Picnic ozodonsa izinsuku ezizmbili eVryheid kusuka ngoDisemba 31.
UMETHULI wezinhlelo uLasizwe Dambuza usedalule ukuthi uphethwe wukhwantalala aselusukumele ngokuthi ayochitha amasonto ambalwa azayo nongoti bezengqondo.
Uzodla uKhisimusi namathini awashayele esitokisini umculi odumile waseLimpopo uShebeshxit onqatshelwe ibheyili eNkantolo yeMantshi ePolokwane ngamacala ahlukene ...
U-DJ ophinde abe wuphrojusa womculo, uPrince Kaybee, ugonyuluke esidlangalaleni ngomthelela ukunukubezwa ngokocansi esemncane okube nakho empilweni yakhe.
USEBHEKWE kokaMiss Universe uBonang “Queen B” Matheba omenyezelwe njengozokwethula uhlelo lukaMiss Cosmo eVietnam ngenyanga ezayo.
UMCULI we-kwaito owagwetshwa iminyaka engu-15 ejele ngo-2017 ngecala lokudlwengula umshana wakhe, uSipho "Brickz" Ndlovu usaqhubeka nokodonsa isigwebo sakhe ngaphakathi. ...
yomsunguli weLadysmith Black Mambazo uthi ngokwazi kwakhe abahleli bomcimbi wokuhlonipha uyise ozoba sePlayhouse, eThekwini, kusasa ntambama bayilandela yonke imigidu ...
Akasekho emhlabeni uMandla Mthembu owazakhela udumo ngobukhazikhazi bempilo ayeyiphila noKhanyi Mbau ayeshadelwe uye.
Umlingisi u-Enhle Mbali Mlotshwa uzehlisile waxolisa ngokusebenzisa igama elicwasa abamnyama eliqala ngo K ngesikhathi ethulwa njengenxusa lendawo yokucwala izinwele ...
UKHUZA ibuya eThekwini nakulo nyaka umdlalo weshashalazi othi Bigly Yuge, onhloso yawo wukuqwashisa nokukhuza isihlava esibi sokucwaswa kwabantu abanomzimba owondlekile, ...