Leli hhotela linamagumbi okulala ngabaningi awu-91 nawu-152 okulala wedwa noma nesinqandamathe sakho, okwenza ukuthi likwazi ukumumatha izivakashi ezingaphezu kwa-800 uma kusuke sekugcwele mfi izivakashi ezisuke zizojabula kulona.
UMasipala weTheku ubika ukuthi usukulindele ukwamukela izivakashi ezinhlobonhlobo kulesi isikhathi sonyaka sephasika.
Thola ubumnandi ngemikhiqizo emisha yeCurdbury.