KUTHINTEKE abaningi bazishaya amaphakethe ngesikhathi okhishwe endlini kaBig Brother Mzansi edalula ukuthi ubegqoka isicathulo esisodwa kuso sonke isikhathi asichithe khona.
AMACIKO athi abheke ukuthi uMongameli Cyril Ramaphosa kube khona akusho ngemboni yawo, noma engenalo kangako ithemba, uma esethula inkulumo ebhekiswe esizweni kusasa ...
KUZOSETSHENZISWA amandla omculo wamakhwaya nowokucula ngokunandisa bukhoma ukuthi kuqhakanjiswe ubuhle bemvelo, isintu, amasiko namagugu aKwaZulu-Natal, kanjalo ...
UKUTHAKASELWA komculo nomjikelezo wakhe ozoba seThekwini ngo-Ephreli, umaskanda uMzukulu ukuthatha njengesikhuthazi esimnika umfutho wokusebenza ngokuzikhandla ukuze ...
Kwanda izinkinga kuShebeshxt obhekene nohide lwamacala ebanjwa neselula esitokisini
USUBALWA nemimye wemidlalo ethandwa kakhulu kuleli umdlalo iSkeem Saam, okhonjiswa kuSABC1, phakathi nezinsuku ngo7.30 ntambama.
UMETHULI wezinhlelo waseMlaza, uMablerh uthi ukwethula izinhlelo ezimbili zokugcina zohlelo iThe Real Housewives Ultimate Girls Trip: Africa, kuye kusho ukukhula, ...
KULINDELEKE ukuthi zibe ziningi izinto azojabulisa ngazo abalandeli bakhe umculi kamaskandi uKhuzani Mpungose, emcimbini walo nyaka ozobanjwa isibili iBlue Nation ...
SEKUNGENELELE inkakha kaDJ ehlonishwa umhlaba wonke, uBlack Coffee, ukusiza izingane ezinenkinga yamehlo ezisafunda isikole ngokuzihlola aphinde aziphe izibuko mahhala ...
ISIGAMEKO sokudlula emhlabeni kwezingane ezingu-14 engozini yemoto zisendleleni eya esikoleni eVanderbijlpark sithinte ingwazi kamaskandi uThokozani “Somnandi” Langa ...
KUZOFANELE uZalo kuSABC 1 neThonga kuMzansi Magic kuzofanele bazibambe ziqine njengoba izimbangi zabo ku-e. tv, Isitha The Enemy, ziqinise isikimi sazo ngesilomo ...
IZIHLABANI zomculo wokholo zithembisa lukhulu kwiiComedy Meets Gospel:Decade Of Laughter eSuncoast Casino (Tsogo Globe) eThekwini ngoFebhuwari 14 kusukela ngo-6.30 ...
INTAKA ibekelwe amazolo kwiMatshwelele Festival eCurries Fountain Stadium, eThekwini ngoMashi 7 kusukela ngo-11 ekuseni.
UMLINGISI uGail Mabalane useveze ukuthi abesifazane kumele bazame ukwehlisa ukusebenzisa amakhemikhali ezintweni ezihlukene abazisebenzisa emizimbeni yabo.
INYELWE inyoni esandleni intsha yakuleli ezakhele igama ekulingiseni nasekwethuleni imidlalo yethelevishini njengoba maduzane amaphimbo ayo ezozwakala emidlalweni ...
USEXOLISILE ngokungayikhokhi imali engaziwa isamba sayo namanye uNonku Williams ozakhele igama ohlelweni iThe Real Housewives of Durban.
Umculo omusha okhuluma ngezinkinga zansukuzonke
BAHLEKA bodwa abalingisi bakuleli njengoba isiteshi iSABC 2, ibavulele amathuba amasha emkhakheni wokulingisa ngemuva kokuthi kusungulwe imidlalo emibili othi Pimville ...
BADINWE bayaveva ezinkundleni zokuxhumana abanye babalandeli bohlelo iBig Brother Mzansi, njengoba ngoMsombuluko izinsizwa zaKwaZulu-Natal, zenze obekungalindelekile ...
INTOKAZI yaseNanda, eThekwini uNaledi Aphiwe isiveze ukuthi ibinesifiso sokuthi yenze i-albhamu ephelele noMawelele kodwa ukungabi nesikhathi sokuthi benze lo msebenzi ...