UNIKELE ezinkundleni zokuxhumana ezwakalisa ukuphoxeka umsiki wengqephu uTshepo ebona izimpahla ezingumbombayi ezenziwe ngelebuli yakhe.
Lo msiki wenqephu udume ngomkhiqizo wakhe wamajini asoqophelweni eliphezulu, walandela ngokuvula isitolo sakhe sokuqala eHyde Park eGoli ngoJanuwari nyakenye.
Baningi abaningenise ezinkundleni zokuxhumana bezwakalisa ukuzwelana naye, babodwa abamqinise idolo ngokuthi kuhle uma kukhona abakopela kuyena ngoba kusho ukuthi ingqephu yakhe isigcwele yonke indawu futhi iyathakaselwa kakhulu.
We know the original crown. pic.twitter.com/hRNHkFct5K
— Malusi Mthembu (@MalusiMthembu_) January 2, 2023
We will remain loyal pic.twitter.com/w5jL2BWs5c
When you are doing good, this will happen, don't worry about it, just keep doing wjat you are doing. Big brands are copied everyday and they are still thriving, you are one of big brands now
— Khathu On Cars (@khathu_TheOne) January 2, 2023