Izithombe zemicimbiUNKSZ Gugu Mhlongo eshaya ingoma nodadewabo omdala, uNksz Fikile Mhlongo, abebemula naye eMandeni, ngoMgqibelo Isithombe: SITHUNYELWE UMNUZ Sizwe Mhlongo echoma imali kudadewabo obemuliswa, uNksz Fikile Mhlongo Isithombe: SITHUNYELWEBEKUMNANDI kukhunjulwa usuku lokuzalwa lukaKhwezi Ntlokwana eBlue Lagoon Isithombe: Abraham KortjaasBEKUMNANDI kubungazwa uKhwezi Ntlokwana ngosuku lwakhe lokuzalwa eBlue Lagoon, ngoMgqibelo. Isithombe: Abraham KortjaasBEKUYINJABULO yodwa KwaWobhu, uNksz Ntombi Khanyile ehambisa umbondo kubo kaMnuz Mzokhona Ngcobo Isithombe: SITHUNYELWEBEKUYINJABULO yodwa KwaWobhu, uNksz Ntombi Khanyile ehambisa umbondo kumama kaMnuz Mzokhona Ngcobo Isithombe: SITHUNYELWEUNKSZ Thobeka Nomcebo Hlongwane ephelezelwa yizintombi ngesikhathi ethweswa iziqu zobuthishela e-Unisa Isithombe: SITHUNYELWEUNKSZ Thobeka Nomcebo Hlongwane ephahlwe wumndeni wakhe ngesikhathi ethweswa iziqu zobuthishela e-Unisa Isithombe: SITHUNYELWE UNKSZ Nontobeko Ndlovu nonina emva kokwethweswa iziqu ze-Administrative Management e-Unisa Isithombe: SITHUNYELWE Share this article:ShareTweetShareShareEmailRead Next:Zimkhalele osolwa ngokusabalalisa izithombe zezingane zocansi