Imicimbi NgezithombeBEKUKUHLE kudelile emcimbini womembeso kaNksz Nothile Hlongwane ewenzelwe nguMnuz Phakamani “Mfanzo” Bhengu. Umcimbi ubuseMagobhe eMakhabeleni, ngeSonto Isithombe: SITHUNYELWEU-DKT Thulani Mdadane oyiNhloko yoMnyango wezoThuthukiswa kweNgqalasizinda eGauteng obenze umcimbi wokwethweswa iziqu zobudokotela azithola e-UKZN, ekhaya lakhe eDassenhoek ngaseMariannhill Isithombe: SITHUNYELWEKUBE wusuku lwenjabulo uDkt Thulani Mdadane oyiNhloko yoMnyango wokuThuthukiswa kweNgqalasizinda eGauteng ebenze umcimbi wokwethweswa iziqu zobudokotela azithola e-UKZN, ekhaya eDassenhoek ngaseMariannhill Isithombe: SITHUNYELWEBAKLONYELISWE ngezitifiketi ngenxa yamagalelo abo emphakathini, abenhlangano iSesimiphi Non-Profit Organisation nabeNzimande’s Catering, eNanda Isithombe: SITHUNYELWE BEKUKUHLE kudelile kungena umakoti ekhaya, uMnuz Sthembiso Gumede eshadelwa wuNksz Sthembiso Ndlovu eDlangubo Isithombe: SITHUNYELWE UMNUZ Sizo Ngubane obeshadelwa yisithandwa sakhe uNksz Zanele Ntuli eMkhuphula eMsinga Isithombe: SITHUNYELWESEZIHLUNGIWE izintokazi nezinsizwa ezizodlana imilala kuMiss Richards Bay, ePremier Hotel ngoNovemba 12 Isithombe: SITHUNYELWEAKAKHOLWANGA u-Asanda Mabika (17) waKwaMhlabuyalingana ehalaliselwa yibandla langakubo, iChrist Revelation Church International, ngokubuya nesicoco sikaMiss Teen Tourism World Personality, ePhillipines muva nje Isithombe: SiITHUNYELWEABASEBENZI boMnyango wezeMidlalo, amaCiko namaSiko eKZN ngesikhathi kunomcimbi wemiklomelo yezemidlalo e-ICC Isithombe: SITHUNYELWEconservation | Durban | StudentsShare this article:ShareTweetShareShareEmailRead Next:Ningavumi ukuba izincelebane zabaholi: owe-ANC