UMZANSI unensada yamasiko ahlukene, amaningi abonakala ngendlela abantu abakujabulela ngayo ukudla kwabo.
Njengoba iPhasika lisondela, kuphinde kuphakame umbuzo othi “yini indlela engcono yokuzitika ngeqhezu likashokholethi wobisi olumnandi, nokugcwaliswa kweqanda lePhasika lendabuko?”.
AbakwaCadbury abangochwepheshe ekukhiqizeni ushokoledi, banolwazi lweminyaka lokuqamba izibiliboco ezimnandi. IPhasika liyisikhathi esifanelekile sokuxhumana nomndeni nabangani futhi yisikhathi esihle sokuziphathela ezinye izinto ezithokozisayo.
Zipholele ngePhasika uzitike ngeCadbury ngoba alikho iphasika ngaphandle kwentandokazi yawo wonke umuntu, i-Melt-in-Your-mouth, Cadbury fluffies. Amaqanda amhlophe ahlanganiswe ngoshokoledi. Kukhona iYummy Cadbury chocolate hollow eggs, egcwele iwhispers noma i-astros. Ngingakhohlwa kanjani ngamaqanda iCadbury hen's eggs kashokoledi, iCadbury dairy milk 170g top deck bunnies, namaqanda amnandi eCadbury mini.
Yize kungekho ukungabaza ukuthi abantu kufanele bawajabulele kanjani amaqanda ePhasika abawathandayo, kukhona indlela abantu abawadla. Ngakho-ke, ngokuzayo lapho uluma iqanda leCadbury Easter, zibuze ukuthi yimuphi umuzwa wokudla amaqanda okufanele kangcono?
Ngabe uchazwa kangcono njengeConnoisseur, ejabulela ukulunywa ngakunye, noma iGobbler engakwazi ukuzibamba efuna ukuthola isipiliyoni sokunambitha esigcwele emlonyeni ngamunye. Ungakwazi yini ukuba i-Smasher esinengqondo yobuchwepheshe noma i-Outlier engawunaki umhlangano bese iqala ukudla amaqanda ePhasika?
Uma ungakabi nesiqiniseko, thola ulwazi oluthe xaxa mayelana nokudla kwamaqanda okuhlukile kodwa okunamandla amakhulu ubuntu ngezansi.
‘’KwaCadbury, siyaziqhenya ngokwenza ushokoledi nezinto esingeke sazikhohlwa uMzansi. Abathandi bakashokoledi bangajabulela ngendlela yabo eyingqayizivele. Kuleli Phasika, sifuna ukugubha ukwehlukahlukana kwabantu baseNingizimu Afrika. Ngakho ungakhathazeki ukuthi yisiphi isitayela sakho sokudla amaqanda, iCadbury ikubekele izinhlobonhlobo ezifana neholide lePhasika,’’ kuchazai uLara Sidersky, oyiCatergory Leader eMondelez SA.