Hlakanipha muntu wesifazane, vuka emaqandeni. Ubuhle abulona ithikithi lokuwina indoda kodwa inhlonipho kanye nesimilo. Ukuba muhle kwakho kanye nokuma kahle akube umbhanso endodeni lo esuke ithe iyakuthanda ukuze ingalokhu ingabaza ukukuthatha ikwenze umfazi wayo. Kulo nyaka sifuna abantu besifazane abangagabile ngobuhle kuphela kodwa futhi abanobuhlanani bokuyisa imindeni phambili uma sebeganisiwe.