USUBALWA nemimye wemidlalo ethandwa kakhulu kuleli umdlalo iSkeem Saam, okhonjiswa kuSABC1, phakathi nezinsuku ngo7.30 ntambama.
UMETHULI wezinhlelo waseMlaza, uMablerh uthi ukwethula izinhlelo ezimbili zokugcina zohlelo iThe Real Housewives Ultimate Girls Trip: Africa, kuye kusho ukukhula, ...
KULINDELEKE ukuthi zibe ziningi izinto azojabulisa ngazo abalandeli bakhe umculi kamaskandi uKhuzani Mpungose, emcimbini walo nyaka ozobanjwa isibili iBlue Nation ...
UMLINGISI uGail Mabalane useveze ukuthi abesifazane kumele bazame ukwehlisa ukusebenzisa amakhemikhali ezintweni ezihlukene abazisebenzisa emizimbeni yabo.
INYELWE inyoni esandleni intsha yakuleli ezakhele igama ekulingiseni nasekwethuleni imidlalo yethelevishini njengoba maduzane amaphimbo ayo ezozwakala emidlalweni ...
USEXOLISILE ngokungayikhokhi imali engaziwa isamba sayo namanye uNonku Williams ozakhele igama ohlelweni iThe Real Housewives of Durban.
BAHLEKA bodwa abalingisi bakuleli njengoba isiteshi iSABC 2, ibavulele amathuba amasha emkhakheni wokulingisa ngemuva kokuthi kusungulwe imidlalo emibili othi Pimville ...
BADINWE bayaveva ezinkundleni zokuxhumana abanye babalandeli bohlelo iBig Brother Mzansi, njengoba ngoMsombuluko izinsizwa zaKwaZulu-Natal, zenze obekungalindelekile ...
KULINDELEKE ukuthi luphinde ludonse amehlo abantu bakuleli uhlelo i- IBlew It, olushaya ibuya kuMzansu Magic, ngoFebhuwari 22, ngo7.30 ebusuku.
UMUSA Mseleku useveze ukuthi wonke umuntu uzovela obala ukuthi wayehloseni ngokwakha umndeni wakhe kusizini entsha yohlelo, uThando Nesithembu eqala namhlanje.
UBESANDA kuphuma ejele ngoshwele ngecala lokubulala ayegwetshelwe lona owesilisa okabhe wabulala izelamani ezintathu, eManguzi, endaweni yaseLulwane ngoMgqibelo. ...
INTOKAZI yaseNanda, eThekwini uNaledi Aphiwe isiveze ukuthi ibinesifiso sokuthi yenze i-albhamu ephelele noMawelele kodwa ukungabi nesikhathi sokuthi benze lo msebenzi ...
NGONYAKA odlule inkampani ekhiqiza izinhlelo ezihlukene ezikhonjiswa kwaSABC, okukhona kuzo iDeal or no Deal SA, iMasterchef SA, iWheel of Fortune nezinye, iPrimedia ...
IBANDLA lamaNazaretha, ohlangothini lwaseBuhleni seliyichithe ngazo zombili indaba yezinsizwa zebandla ezikhangisa ezinkundleni zokuxhumana izipho eziphezulu ezizithengela ...
UBONGE izaguga ezamkhulisa umfundi waseMondlo, eVryheid izolo obe ngabanye babafundi abanikwe imali engangoR5000, ukuthi bayoqhuba izifundo zabo ezikhungweni eziphambili ...
UKHOLELWA ukuthi uyilingise ngendlela akade eyicabanga indawo kaNolwandle Biyela, umlingisi waseVryheid, uNosipho Pehlo, ngesonto eledlule okuphele indawo yakhe ...
BANCOME amakhono ayenawo ohlelweni lwasekuseni emsakazweni uKhozi FM, uMandla " Njinji Wami" Magwaza (42) ongasekho, abasakazi balesi siteshi asebashiya, nabakade ...
Ukhiphe i-video yengoma athi wayibhala izinto zingamhambeli kahle empilweni yakhe umrepha waseThekwini uNasty C, napike kuyo ikhwaya eselizakhele igama emhlabeni, ...
USEVEZE ukuthi akukho okubi okwenzeke phakathi kwakhe nabaphathi beJozi FM, umsakazi waseThekwini uPenny Ntuli, okuke kwaba nemibiko ethi ubesenyamalale amasonto ...
EYOKUKHONJWA ukuthi alungise izibiliboco zokubhiyozela ukuhamba kahle kwamalobolo kamnakwabo, okudine uTracy Smith-Hlophe, oyinkosikazi yomsakazi wegagasi FM uFelix ...
KUYAPHELA ngendawo elingiswa inkakha yomlingisi u-Ayanda Borotho emdlalweni Ithonga, okhonjiswa kuMzansi Magic (161), phakathi nezinsuku ngo8.30 ebusuku.
UZIBONA ikusasa lakhe liqhakazile emkhakheni wokulingisa umlingisi uDineo Rasedile, okuzothi ngenyanga ezayo abonakale elingisa indawo kaGugu Mabaso emdlalweni othi ...
USEZIPHENDULELE ezinsolweni zokuhlukumeza akade esolwa ngazo umsakazi weGagasi FM, uFelix Hlophe okumangale abaningi kusabalala ivideo yakhe ebonakala ezolanda umkakhe ...
KULINDELEKE ukuthi uqale ngoJanuwari 11, umsindo othinta isasasa lohlelo iBig Brother Mzansi, njengoba uMzansi Magic usumemezele usuku oluzoqala ukubonangalo ngalo. ...
. USEVEZE ukuthi zimphule inhliziyo ezinye izinkulumo ezibhalwe abantu ezinkundleni usaziwayo wakuleli uPeral Thusi, ngemuva kwenkulumo yakhe ayethula njengomngani ...