Sabelo Nsele

Multimedia Journalist

Okusha ngokufika komgomo wamatele

Sabelo Nsele|Published

KULINDELEKE ukuthi ufike kuleli sonto umgomo wesifo esidlange KwaZulu-Natal, amatele

Isixoxwa ngekhwela eyakuMasipala waseMpendle

Sabelo Nsele|Published

Umdonsiswano oqhubeka kuMasipala waseMpendle ulahlisa ngethemba

Akuhambanga ngendlela abehlele ngayo u-O'Sullivan

Sabelo Nsele|Published

AKUZANGE kuhambe ngendlela abehlele ngayo umphenyi wamacala azimele, uMnuz Paul O'Sullivan, ngesikhathi evele phambi kwekomiti lasePhalamende eliphenya izinsolo ...

Kugobe uphondo ku-O'Sullivan ovume ukuvela ePhalamende

Sabelo Nsele|Published

LUGCINE lugobile uphondo kumphenyi wamacala ozimele, uMnuz Paul O'Sullivan, wavuma ukuzifikela mathupha ePhalamende lapho ezophekwa khona ngemibuzo yikomiti eliphenya ...

Ungoti uxwayisa i-ANC ngobungozi bokujamelana neSilo

Sabelo Nsele|Published

UMHLAZIYI wezepolitiki uxwayise abaholi be-ANC KwaZulu-Natal ngobungozi bokuphikisana nesiphakamiso seSilo uMisuzulu Sinqobile kaZwelithini ngodaba lokushintshwa ...

Uyayikazela ngamanye amacala oboshwe nenkosi yakwaZuma

Sabelo Nsele|Published

IBHEKENE namanye amacala okuqotha imbokodo nesisekelo inkabi eboshwe neNkosi Simphiwe Erick Zuma, ecaleni lokubulawa kowayeyikhansela leDA kuMasipala waseMngeni, ...

Ozibulele ubenukeka ekufeni kuka-Witness D kwekaMadlanga

Sabelo Nsele|Published

UBENUKEKA ekusocongweni kukafakazi owethula ubufakazi ngokuyimfihlo kwiKhomishini ephenya izinsolo ezenziwa uKhomishana wamaPhoyisa KwaZulu-Natal, uLieutenant General ...

Kubhuntshe umhlangano weNFP neMKP

Sabelo Nsele|Published

UHLEHLISELWE usuku olungaziwa umhlangano weNFP neMKP obubizelwe ukuzobhunga ngekusasa likahulumeni waKwaZulu-Natal.

Kwanda izinkinga eMpendle kumiswa amakhansela

Sabelo Nsele|Published

KUBUKEKA zisekude ukuphela izinkinga ezikhungethe uMasipala waseMpendle kulandelwa ukumiswa kwamakhansela amane okukhona kuwo imeya nosomlomo abakhethwe emhlanganweni ...

Umfowabo weSilo ukhuza amadoda ajola nezingane

Sabelo Nsele|Published

UMFOWABO weSilo uMisuzulu Sinqobile kaZwelithini, uMntwana uNhlanganiso kaZwelithini, unxuse amadoda amadala ukuba ayeke umkhuba wokulala nezingane ezincane

Isize yazijuba i-IFP, yacela umhlangano neNFP

Sabelo Nsele|Published

IQEMBU elihola uhulumeni waKwaZulu-Natal, i-IFP, ligcine lizijubile lacela umhlangano neqembu elingababeki benkosi kuhulumeni wesifundazwe, iNFP

UMalema ufuna iBafana idube iNdebe yoMhlaba

Sabelo Nsele|Published

UMHOLI we-EFF, uMnuz Julius Malema, ufuna iqembu lesizwe, iBafana Bafana, kanye namanye amazwe ukuba adube indebe yomhlaba ezodlalelwa eMelika.

Zinqunyelwe okatiki izinkabi eziboshwe nenkosi

Sabelo Nsele|Published

BEKUZISHUBELE enkantolo izinkabi eziboshwe kanye nenkosi Simphiwe Erick Zuma ecaleni lokubulawa kwekhansela leDA kuMasipala waseMngeni, uMnuz Nhlalayenza Ndlovu, ...

Uphinde waphikwa yizinto uZuma ecaleni lenkohlakalo

Sabelo Nsele|Published

ZIPHINDE zamphika izinto loyo owayengumengameli, uJacob Zuma, nenkampani yezikhali yaseFrance, iThales, emizamweni yabo yokuthi kuhoxiswe icala lenkohlakalo ababhekene ...

I-NFP inqaba umhlangano wamaqembu aphethe eKZN

Sabelo Nsele|Published

IQEMBU elingababeki benkosi kuhulumeni waKwaZulu-Natal, iNFP, lichithe isicelo somhlangano wawo wonke amaqembu ayingxenye yohulumeni wesifundazwe obizelwe ukuzobhunga ...

I-ANC ayisiboni isidingo sokushintshwa kwegama lesifundazwe

Sabelo Nsele|Published

UBUHOLI be-ANC KwaZulu-Natal abuhambisani nesiphakamiso seSilo uMisuzulu Sinqobile kaZwelithini sokuba kushintshwe igama lesifundazwe iKwaZulu-Natal

ISilo asisazifuni izimayini KwaZulu-Natal

Sabelo Nsele|Published

ISILO uMisuzulu Sinqobile kaZwelithini asisafune mayini ezokumba umhlaba lapha KwaZulu-Natal

Izoqokwa kuleli sonto imeya yaseMpendle

Sabelo Nsele|Published

IZOQOKWA ngoLwesihlanu imeya yomasipala waseMpendle, obusuhlale izinyanga eziyisithupha ungenayo imeya

Kuyamshubela uSenona okhishwe ngoshova ehhovisi

Sabelo Nsele|Published

KUYAYISHUBELA inhloko yoKlebe KwaZulu-Natal esolwa ngokusebenzisana nosomabhizinisi obhekene noxhaxha lwamacala, uMnuz Vusumizi 'Cat' Matlala, uMajor General Lesetja ...

Ababhubhudla imali komasipala bagolozela abafuna ukungenelela: umhlaziyi

Sabelo Nsele|Published

UNGOTI ubona sengathi ingebhe yokuvaleka kompompi benkohlakalo iyona eyenza ukuthi abaholi bomasipala bagoloze uma uhulumeni wesifundazwe uzama ukungenelela

Ibiphuma ingena ezinkantolo inkabi eboshwe nenkosi

Sabelo Nsele|Published

IBIPHUMA ingena ezinkantolo izolo inkabi eboshwe neNkosi Simphiwe Erick Zuma ecaleni lokubulawa kowayeyikhansela leDA kuMasipala waseMngeni, uMnuz Nhlalayenza Ndlovu ...

Lithatha elinye igxathu elokubulawa kwekhansela

Sabelo Nsele|Updated

LIGAYA ngomunye umhlathi ecaleni lokubulawa kwekhansela elibhekene neNkosi Simphiwe Erick Zuma, njengoba selidluliselwe enkantolo yesifunda, futhi kulindeleke ukuthi ...

I-IFP yeseka iMbube kwelokushintshwa kwegama lesifundazwe

Sabelo Nsele|Published

I-IFP isibe iqembu lokuqala ukuphumela obala lizwakalise ukweseka isiphakamiso seSilo uMisuzulu Sinqobile kaZwelithini, sokuba kushintshwe igama lesifundazwe iKwaZulu-Natal ...

USenona ohlwini lwamaphoyisa uRamaphosa afuna ukuba aphenywe

Sabelo Nsele|Published

INHLOKO yoKlebe KwaZulu-Natal, uMajor General Lesetja Senona, iyingxenye yamaphoyisa amahlanu uMengameli, uCyril Ramaphosa, afuna ukuthi aphenywe

Lishaywe lavaleka amehlo ikhansela 'ebeliphazamisa' umhlangano

Sabelo Nsele|Published

LISHAYWE lavaleka amehlo ikhansela lakuMasipala wakwaNongoma elisolwa ngokuphazamisa umhlangano womkhandlu