USOMABHIZINISI osematheni kulezi zinsuku, uMnuz Brown Mogotsi, usesabise ngokudalula amagama abantu abagixabezwa ngemali ngusomathenda ogqigqa enkantolo ngecala ...
Amaphoyisa asesifundazweni iMpumalanga, athungatha izinswelaboya ezisolwa ngokuhlukumeza omuntuza.
AYAYICHITHA amaphoyisa imibiko yokuthi ukushiswa kwamaloli kwakamumva kwenziwa abe-All Truck Drivers Forum and Allied SA (ATDFSA) bebambisene nabe-Operation Dudula. ...
ISHINTSHE uhlelo iNkantolo eNkulu yaseMalawi, izolo, ngesikhathi ifinyelela esinqumeni sokuthi ofakazi baseNingizimu Afrika, kuzofanele kube yibo abaya eMalawi ukuyonikezela ...
INYUNYANA yamaphoyisa, iSouth African Policing Union (Sapu) itshele uNgongqoshe wamaPhoyisa kuzwelonke uMnuz Bheki Cele ukuthi uzohlangana namalungu ayo eselivini ...
UKUTHETHWA kwecala lika-Onthatile Sebati okuthiwa wayeneminyaka engu-16 kuphela ngesikhathi ethenga izinkabi ukuthi zibulale ngesihluku abazali bakhe nezingane zakwabo, ...
INHLANGANO, iHealth Professions Council of South Africa (HPCSA) ikhala ngomonakalo odalwa wukucishwa kukagesi okuthiwa kulimaza ezempilo ezikhungweni zempilo ezweni ...
INKANTOLO eNkulu yakwaBulawayo, eZimbabwe, ikhiphe incwadi egunyaza ukuboshwa kwezilomo zamaciko uKabza De Small noDJ Maphorisa ngenxa yokuhluleka ukulandela imigomo ...
AMAPHOYISA aseMpumalanga azonikela kuNgqongqoshe wezeziMali kuzwelonke, uMnuz Enoch Godongwana, ukuze athathe isitatimende sakhe ngezinsolo zokuhlukumeza ngokocansi ...
UMMELI oluleka u-Advocate Malesela Teffo, uMnuz Thabo Thobane uveze ukuthi uzobika ummeli womculi uKelly Khumalo, uNksz Magdalene Moonsamy enhlanganweni yabameli, ...
UGQUGQUZELE ukuthi kuqhutshekwe nombhidlango wokulwa nobugebengu bobulili uNgqongqoshe wezoBulungiswa nokuHlunyeleliswa kweziMilo kuzwelonke, uMnuz Ronald Lamola. ...
AMAPHOYISA aseGoli abophe abasolwa ababili emva kokuthi owesifazane obenezinyanga aziyisikhombisa ekhulewe esizwe yilaba ukuthi akhiphe isisu kwelinye lamafulethi. ...
UNGQONGQOSHE wezeMfundo eGauteng, uMnuz Panyaza Lesufi, uthi ukhathazekile ngomkhuba wabafundi abatholakala bedle amakhekhe athakwe ngensangu, aziwa ngamaSpace Muffins. ...
ULIMELE umshayeli wemoto ephonseke emgodini ophakathi emgwaqweni, ongavaliwe e-Albertville, eGoli. UNgqongqoshe wezokuThutha neNqalasizinda yemiGwaqo eGauteng, uJacob ...
BABALELWA ku-17 abagibeli abafe engozini ebandakanya ibhasi nemoto i-SUV kuN1 ngaseMookgophong eLimpopo ngoLwesibili ebusuku. AboMnyango wezokuThutha esifundazweni ...
LIMISIWE emsebenzini iphoyisa (39) elisolwa ngokunika iziboshwa utshwala kanye nensangu esitokisini sasesiteshini samaphoyisa ePhalaborwa. Okhulumela amaphoyisa ...
UDkt Tumisang Victor Makweya (39), odume ngelikaDkt Tumi emculweni, nomkakhe uKgaogelo Sara Makweya (36) bavele enkantolo ngemuva kokuzinikela emahhovisi oKlebe ...
UMNYANGO wezokuHlunyeleliswa kweziMilo usuzwakalise ukuphoxeka kulandela ukusabalala kwevideo yocansi phakathi kukajele wesifazane nesiboshwa.
I-ANC ithi ithimba elalithunywe eZimbabwe lihambele izindaba zeqembu, lasebenzisa indlela engajwayekile ngohambo lwalo ngakho lizokhokhela uhulumeni izindleko zohambo. ...
Kufe abantu abahlanu kwalimala kanzima inqwaba ngesikhathi kusuka isidumo kuhlaselwane negzinhlkohlela zezibhamu, kujijijelwana nangezitini ebandleni i-International ...
UMnyango wezeMpilo eGauteng uphika imibiko yokuthi sewumbe amathuna ayisigidi ngenhloso yokulungiselela isibalo esiphezulu sabantu abazobulawa yiCovid-19 kulesi ...
AMAPHOYISA amane azochitha impelasonto esitokisini emuva kokuboshelwa amacala okugwazisa izolo ngoLwesihlanu. Okhulumela uphiko loKlebe, uCaptain Ndivhuwo Mulamu, ...
UTHISHA wasesikoleni sasePretoria, iCentral Secondary eSoshanguve, uquleke maqede washona izolo. UMnyango wezeMfundo eGauteng ushaqekile ngokudlula emhlabeni kwalo ...
UMalema uthe abantu bakuleli abangasho lutho ngokuhlaselwa kwabantu bokufika kuleli akubafanele ukujoyina izikhalo ze#BlackLivesMatter.