Charles Khuzwayo

Multimedia Journalist

Imvula namakhaza kuhlulekile ukudunga injabulo kwiLast Dance

Charles Khuzwayo|Published

IZINKUMBI zabantu zidele imvula namakhaza, abeshubisa umnkantsha, zayo hlukanisa unyaka kwiLast Dance Music Experience eRoyal Showgrounds eMgungundlovu izolo namhlanje. ...

Izolala ibonene kubalaleli boKhozi nabeGagasi

Charles Khuzwayo|Published

*ZIYAWA kwiKZN Year End eWembezi Stadium e-Estcourt, kusukela ngo-5 ntambama.

UMsakazi Ongadumile uqumbe phansi aboKhozi

Charles Khuzwayo|Published

UMPHATHI wezinhlelo zemicimbi ongaconsi phansi, uMsakazi Ongadumile Magwaza, ubonge umculi kamaskandi uKhuzani emuva kokuqwaqwada ekhanda abasakazi boKhozi FM kwiTshatha ...

UKhozi FM lwandiza kuqala ngokuhlukanisa unyaka

Charles Khuzwayo|Published

EMINYAKENI eyedlule bekwazi ngisho nengane encane ukuthi kufanele kushaye u-10 ebusuku ngomhlaka-31 Disemba umuntu esesekhaya noma sewuhlanganyele nomphakathi thizeni. ...

Ziwushayile kosaziwayo abaningi kulo nyaka

Charles Khuzwayo|Published

YIZE kulonyaka kukhalwe kakhulu ngenxa yokudlula emhlabeni kosaziwayo abaqavile kodwa nomkikizo bewuqhuma phezulu ngenxa yendathane yemishado.

UMafikizolo uvunywe nawuMbalula kumaskandi

Charles Khuzwayo|Published

UMCULI kamaskandi, uLethukuthula " uMafikizolo" Mhlongo, uyaqhubeka nokuqopha umlando kule ndima.

Kudonswe ngendlebe amalungu eSikebhe

Charles Khuzwayo|Published

KUDONSWE ngendlebe amalungu eSikebhe ukuba aze angalokothi asukumele icala elingabikiwe emaphoyiseni ngoba azobe ezidonsela amanzi ngomsele kungenasidingo.

Bagiye kwezwakala omaskanda abasayimithente esamila

Charles Khuzwayo|Published

LIGAYA ngomunye umhlathi kulezi zinsuku emculweni kamaskandi, abaculi kufanele babonge izinkundla zokuxhumana ezinjengoTikTok.

Idili lemicimbi yokudabula unyaka

Charles Khuzwayo|Published

*Ziyenzeka kwiFact Durban Rocks yokugcina ngci ngaphansi kukaDJ Tira ePeople's Park: Moses Mabhida Stadium, eThekwini. Kuzobe kunandisa uTira, Goldma, Young Stunna, ...

Owamapiano usolwa ngokuduba ukucula ngoba bemncintshe utshwala

Charles Khuzwayo|Published

EBEBEHAMBELE umcimbi i-Itsoseng Delicious eLooks Lounge (Spring Wave) eLooks Lounge, eMabopane,ePitoli ngesonto eledlule babuyele emakhaya bephoxekile emuva kokungayiboni ...

Kuphela amaphupho kwabaqhudelana kokaTshatha

Charles Khuzwayo|Published

KUPHELA amaphupho kumaciko adlana imilala kwiTshatha Music Festival eseLindizwe Stadium, kwaNongoma namhlanje.

SIGOQA UNYAKA: Kuhlonishwe uMkhwanazi no-Ibrahim Traoré ngengoma

Charles Khuzwayo|Published

KULELI qembu kucula insizwa eyasebenza kakhulu noBhekumuzi Luthuli futhi eyilungu loFeleba,uXolani " uSxubho Samantombazane" Mkhize.

Inkosi ikhale ngovilavoco endaweni yayo

Charles Khuzwayo|Published

INKOSI yasendaweni yaKwaChwezi, eNkandla, uHerbert Mbongiseni Phumlani Sibisi, ugqugquzele isizwe sayo ukuba sikhuthalele ukulima ukuze sixoshe ikati eziko.

Usesakaza ezemidlalo noMarawa ophunyuke kwiSIU

Charles Khuzwayo|Published

USAZIWAYO waseThekwini, uMinenhle " Minnie" Dlamini, uphunyuke olakeni loPhiko oluphenya amacala abucayi, olwaziwa ngeSIU, maqede wazitholela itoho. Lesi silomo ...

Imicimbi wayawaya eKZN

Charles Khuzwayo|Published

INYAMAZANE izobe iphekwa ngomhluzi wenye kwezobumnandi KwaZulu-Natal kusukela namuhla kuze kulamule unyaka ozayo.

Imbibizane uKhuzani ekhala ngaphansi embangweni wengoma

Charles Khuzwayo|Published

KUNQOBE umculi wokholo embangweni wengoma obuphakathi komculi kamaskandi, uKhuzani " Indlamlenze" Mpungose nomculi wokholo uSenzo Khumalo.

Kuboshwe isoka ngelokubulala ngesihluku umlingisi

Charles Khuzwayo|Published

Kuboshwe isoka ngokubulawa komlingisi

UNdunankulu uchitha eyokudikila iSilo ngohambo lwaseDubai

Charles Khuzwayo|Published

UNDUNANKULU waKwaZulu-Natal,uMnuz Thami Ntuli, uziphendulele okokuqala emuva kokuba iSilo samaZulu, uMisuzulu kaZwelithini, sagonyuluka ngobunzima bohambo lwaso ...

'UWarras ubezigqaja ngobuZulu efuna umaskandi kwiGagasi'

Charles Khuzwayo|Published

USAZIWAYO osanda kubulawa ngokudutshulwa eGoli ngoLwesibili, uWarrick " DJ Warras" Stock, uchazwe njengomuntu obezigqaja kakhulu ngokuba wumZulu.

OweGenerations uveze okushaqisayo ngempilo yakhe

Charles Khuzwayo|Published

YIZE umlingisi uRonnie Nyakale edlale emidlalweni yethelevishini nasemafilimini amaningi kodwa uthi iGenerations The Legacy iyohlale isenhliziyweni yakhe.

Akukacaci ngokugwetshwa kukaSiya Mhlongo

Charles Khuzwayo|Published

AKUKACACI ngesigwebo esizonikezwa obengumsakazi woKhozi FM, uSiyabonga " Siya" Mhlongo, emuva kokuba abameli bakhe ngoMsombuluko benxuse iNkantolo yeMantshi yaseThekwini ...

Umsindo ngokwehla kwezinga lamaSama

Charles Khuzwayo|Published

BANINGI osaziwayo abaphoxekile ngomqhudelwano wezindondo obubanjelwe obubanjelwe eGallagher Convention Centree, eGoli ngoMgqibelo iSouth African Music Awards (Samas). ...

OweShaka Ilembe ukhala ngokubulawa komdidiyeli wamabutho

Charles Khuzwayo|Published

KUKHALWA nxazonke ngokubulawa ngesihluku kobengumdidiyeli wamabutho kaZulu esifundeni saseKing Cetshwayo, uSeziwanjani Xulu ngoLwesine ntambama.

Bazozitika ngomculo ongasoze wabuna eMlaza

Charles Khuzwayo|Published

INTAKA ibekelwe amazolo kubathandi bomculo ongasoze wabuna njengoba bezozitika nge-jazz eMax's Lifestyle eMlaza ngeSonto kusukela ngo-12 emini.