Izindaba

Kulimale 12 kweyamatekisi, ibhasi neloli emakethe

Nonkululeko Nhlapo|Published

Zimbili izingozi ezinkulu ezenzeke eThekwini namhlanje ekuseni. Eyokuqala yenzeke kuM1 Higginson Highway ongaphezu kwebhuloho likaN2 engozini ebandakanya itekisi, iloli nezimoto ezincane ezimbili. Enye ingozi yenzeke ku-Old Dutch, ngakuWarwick Avenue, lapha kubandakanyeke ibhasi, iloli, amatekisi amathathu nezimoto ezincane ezimbili. Umgwaqo ongenela emakethe uvaliwe. 📷 ALS Paramedics

NGEMUVA kuka-07:15am ngoMsombuluko ekuseni abezimo eziphuthumayo bakwa-ALS Paramedics babizelwe ku-Old Dutch Road ngaphambi kuka-Warwick Avenue enkabeni yeTheku, ngengozi ebandakanya izimoto eziningi.

Ngesikhathi abosizo lokuqala befika bathole ukuthi iloli, ibhasi, izimoto ezimbili namatekisi amathathu kushayisane kwalimala abantu abaningi. Ngokushesha kuthunyelwe ama-ambulensi engeziwe nabe-Advanced Life Support ukuze basize.

Ngesikhathi kuhlolwa isimo kutholakale ukuthi bangu-12 abantu abalimele ngokuhlukana. Abalimele balashelwe kule ndawo ngaphambi kokuba bathunyelwe ezibhedlela ezahlukene zaseThekwini ukuze banakekelwe ngokwengeziwe.

Zimbili izingozi ezinkulu ezenzeke eThekwini namhlanje ekuseni. Eyokuqala yenzeke kuM1 Higginson Highway ongaphezu kwebhuloho likaN2 engozini ebandakanya itekisi, iloli nezimoto ezincane ezimbili.Enye ingozi yenzeke ku-Old Dutch, ngakuWarwick Avenue, lapha kubandakanyeke ibhasi, iloli, amatekisi amathathu nezimoto ezincane ezimbili. Umgwaqo ongenela emakethe uvaliwe. 📷 ALS Paramedics

Ukuhamba kwezimoto kuphazamisekile ngoba umgwaqo ubuvaliwe. Amaphoyisa asendaweni yesehlo njengoba kuqhubeka uphenyo ngembangela yengozi.

Zimbili izingozi ezinkulu ezenzeke eThekwini namhlanje ekuseni. Eyokuqala yenzeke kuM1 Higginson Highway ongaphezu kwebhuloho likaN2 engozini ebandakanya itekisi, iloli nezimoto ezincane ezimbili. Enye ingozi yenzeke ku-Old Dutch, ngakuWarwick Avenue, lapha kubandakanyeke ibhasi, iloli, amatekisi amathathu nezimoto ezincane ezimbili. Umgwaqo ongenela emakethe uvaliwe. 📷 ALS Paramedics

Enye ingozi yenzeke eningizimu yeTheku kuM1 Higginson Highway ongaphezu kwebhuloho likaN2 engozini ebandakanya itekisi, iloli nezimoto ezincane ezimbili.

Zimbili izingozi ezenzeke eThekwini namhlanje ekuseni. Eyokuqala yenzeke kuM1 Higginson Highway ongaphezu kwebhuloho likaN2 engozini ebandakanya itekisi, iloli nezimoto ezincane ezimbili. Enye ingozi yenzeke ku-Old Dutch, ngakuWarwick Avenue, lapha kubandakanyeke ibhasi, iloli, amatekisi amathathu nezimoto ezincane ezimbili. Umgwaqo ongenela emakethe uvaliwe. 📷 ALS Paramedics