Izindaba

Izinkinga ngendawo yokulala kwelikaMeyiwa

Sizwe Blose|Published

UJaji Ratha Mokgoatlheng ulihlehlisele usuku lwakusasa icala lokubulawa kukaSenzo Meyiwa

UJAJI Ratha Mokgoatlheng ukhombise okukhulu ukunengeka ngemuva kokuthi ongufakazi ecaleni lokufa kukaSenzo Meyiwa, uZandie Khumalo eveze ukuthi ngeke esakwazi ukuqhubeka nokwethula ubufakazi ngenxa yezinkinga abhekene nazo lapho eahlaliswe khona.

UJaji Ratha Mokgoatlheng ulihlehlisele usuku lwakusasa icala lokubulawa kukaSenzo Meyiwa

Lokhu kuholele ekutheni ijaji lilihlehlise icala. Kodwa ngaphambi kokuthi lenze lokhu libuze abameli bonke bavumelana ngokuthi alihlehliswe, liqhubeka kusasa ngo-10.