Izindaba

URamaphosa uphendule inkulumo-mpikiswano ye-SONA

Published

Isithombe: Jeffrey Abrahams

UMENGAMELI wezwe uCyril Ramaphosa namuhla ubephendula inkulumo-mpikiswano yenkulumo yakhe yesizwe.

Umengameli ubonge bonke ababambe iqhaza kule nqubo, ngokwemibono yabo. Uthi bakhona abaveze ukubambisana naye ngokwenkulumo yakhe ethi kumele kusetshenzwe ngokubambisana.

Uthi lokho ukubone ngokuthi kwinkulumo mpikiswano yabo kuvelile ukuthi bahambisana naye. Uthi bakhona nongoma uyayona abakhethe ukuyihliphiza inkulumo yakhe ngaphandle kokubeka okuthile etafuleni.

Uncome laba abagxeke inkulumo yakhe ngokuthi babe neziphakamiso ezithile abazibekayo.

Nakhu okunye:

UDABA LUYAQHUBEKA: