Ubuhle bosuku lomama bugqama ngezipho ezahlukene zothando
Image: NETFLORIST
ENingizimu Afrika, uSuku Lomama lugujwa ngeSonto lesibili likaMeyi minyaka yonke. Lolu suku lwenzelwe ukuhlonipha omama nokwazisa iqhaza labo emndenini nasemphakathini. Abantu baseNingizimu Afrika bagubha lolu suku ngokuzwakalisa uthando lwabo kanye nokubonga konina ngezipho, izimbali, nezinye izenzo zokubonga. Usuku lokuba imindeni ihlangane ndawonye futhi ibungaze abesifazane abakhethekile ezimpilweni zabo.
Jabulisa umama wakho ngale zipho, nezinye ezinhle kakhulu ngalolu suku.
Khipha unyawo ngesipho sekhethelo sikamama wakho
Image: FACEBOOK
Kuningi ongakuthengela umama wakho ngosuku lwakhe olukhethekile
Image: FACEBOOK
Abantu basuke behlele ngezindlela ezahlukene izipho abazozinikeza omama baboo ngalolu suku
Image: Facebook
Usuku lomama lugqama ngezipho ezahlukene izingane ezizinika omama bazo zibonga uthando
Image: FACEBOOK