Ingqophamlando yemingenelo kumaCrown Gospel Music Awards

Published

IQEMBU lomculo wokholo iSoweto Central Chorus eliqokwe emcimbini amaCrown Gospel Music Awards ngengoma abayenza ngokuhlanganyela neLadysmith Black Mambazo ethi Usuku Oluzayo

Image: Sigciniwe

ABAHLELI bamaCrown Gospel Music Awards bajabule ngokuthola imingenelo eminingi kunayo yonke emcimbini wanonyaka obuyela eNkosi Albert Luthuli International Convention Centre (ICC), eThekwini, ngoNovemba 23.

Imingenelo ethunyelwe ngabafuna ukuqokwa ibe ngu-885.

Umdidiyeli omkhulu wemiklomelo, uMbhishobhi uMpendulo Nkambule, uthe lokhu kukhombisa ukuthi abantu bakhombise uthando.

“AmaCrown Gospel Music Awards abuya eThekwini, lapho kuqale khona konke. Abantu bakhombisa ukujabula okukhulu ngomsebenzi owenziwa uZanele Mbokazi Nkambule, unkosikazi wami ongasekho,” kusho uNkambulo.

Uthe abantu abalindele into yamehlo njengoba bebophele nabaculi abasha futhi bazoletha nowangaphandle kwezwe.

UFaith Zalekile weqembu iSoweto Central Chorus eliqokwe kwiBest Collaboration Gospel Song ngengoma ethi Usuku Oluzayo elipike kuyo iLadysmith Black Mambazo, uthe kubajabulisile ukuqokwa kwabo.

“Kuwubufakazi bokuthi ukusebenza kanzima njengabantu abasha nokusebenza kanzima sikuJehova namuhla sizithola silapha sihlanganyele neMambazo, siyajabula kakhulu kumaCrowns,” kusho uFaith.

Amathikithi ayatholakala Webtickets nasePick n Pay eqala ku-R300.

Uhla oluphelele lwabaqokiwe lumi kanje:

Best Gospel Producer Album

Siyanqoba Mthethwa - Inevitable Jazz edition

Lwazi - Umphetho

Jumbo - Sibonga umusa  

Brand on "Bobby" George (RSA) & Asaph A Ward (USA) -FLOW, Vol. 1 (Live)

Ntethe - Back to the Altar

Best Male Gospel Artist

Malusi Mbokazi

Sibusiso Nzima

Mnqobi Nxumalo

Sbu Noah

Best Female Gospel Artist

Kgaogelo Kekana

Siyanda Tshangana

Puleng March

Mmatema

 Best Accapella (Solo and Group)

The Original Umlazi Gospel Choir – Lalela Indaba

Sakhiwe Group – Nkosi Ngamkele

Amadodana AseNtabazwe – Hamba Vangeli

JTG Gospel Choir – Morrena Re Ya Leboga

 Best Gospel Album

Mnqobi Nxumalo – All Powerful – The Pursuit II

The Jesus Collective – Flow Vol 1

Musa Yende – Sustained by Grace

Sindi Ntombela – The watchman camp

Best iTende

Sihle Khumalo - Okudalwe Mina

Omama betende – Umelusi

Tebs David - Gideon - The Journey (Part 1)

Nomini Nyawose - Ivangeli

 Classic of All times

Malusi Mbokazi – Udondolo

Pastor Rudolf Mabasa - Ndi Tlakusela (Worship House)

Andile KaMajola - Ngendlala Indumiso

Best Collaboration Gospel Song

Soweto Central Chorus ft Black Mambazo - Usuku Oluzayo

The Jesus Collective - Angiyo - The Jesus Collective ft. Khaya Mthethwa

Gundo Nemukula ft Ayanda Ntanzi - Ndi Mambo

Ntethe ft Kholeka - Imithwalo Yethu

Musa Yende ft Brenden Praise - Amandla Amasha

Sbu Noah ft Khuzani - Oh Nkosi Yami

 Best Rap Gospel (Solo or Group)

AB Central - Njalo Njalo ft. Dr Dope, Nomakhuze Ndabula, Mneshmane BLR & Boyzin Bee -

Adrae Jacobs - Divine

 Best Praise Song

Kgaogelo Kekana – Dikgoro

Phindi P - UJehova usekwenzile

The Living Rock Choir - Best praise: Kea monrata Jeso

Mmatema - Oa Ntwanela

 Best Contemporary Song

Stefan Green – Anything

Brenden Praise - God you keep on Blessing me

The Jesus Collective – Refreshing

Musa Yende - Sustained by Grace

 Best Clap and Tap

ISAAC & THE MIGHTY MESSENGERS - Tlong ho jeso

Resonance Vibrant Voices Gospel Choir - Re a ho boka Morena

Temple Of God Artist Development - Jesu Ulidwala - Ore Nehe

 Best Gospel Live Event/Recording

Mnqobi Nxumalo - All Powerful - The Pursuit II

Tshwane Gospel Choir - Harmony of Prayers

The Jesus Collective - FLOW Vol.1

Khana Mhlongo - Ta Mbilu Yanga (Live at Covenant House)

Best Worship Song

Sibusiso Nzima – Sethembe Wena

Ziyanda Tshangana - Ulihlathi lethu

Mnqobi Nxumalo - All Powerful

Tebs David - Rorisa

Best New Comer

Sihle Khumalo - Okudalelwe Mina

Stefan Green – Anything

Gauteng Gospel Choir - Uyikho Konke

Musa Yende - Musa Yende

Best Gospel Group

ISAAC & THE MIGHTY MESSENGERS –

The Living Rock Choir

Tshwane Gospel Choir

The Jesus Collective

Best Traditional Gospel

Sindiswa Maseko – Umalusi Siyamazi

Gundo Nemukula - Ndi Mambo

Ntethe - Back to the Altar

Dumi Mkokstad - EGetsemane

 Best Ama-Zion (Solo or Group)

Mercy of the cross Ministries - Bavum'abantu

Amadodana Ekhaya LeZion - Mayibongwe imvana & Khwezi Lakusasa

House of worship bible church – Sasingabezizwe

Burning Fire Of God - Nkosi Yomusa

Best Gospel Music Video

EBMQ – Josefa

Canaan Nyathi - Biggie Biggie

Sibusiso Nzima - Sithembe Wena

King D Music - Jesus

Best Song Writer

King D Music – Always on Time

Tebs David - Rorisa - The Journey (Part 1)

Mnqobi Nxumalo - All Powerful - The Pursuit II

Dumi Mkokstad - Asikho Isikhali (Spirit of Praise)

Best of Africa

Tatenda Mahachi - Muri Mwari (You Are God) (Zimbabwe)

Everton Mlalazi – Sewakhile (Zimbabwe))

Sphiwo Ndoni – Tive Temhlaba (Eswatini)

Nothando Hlophe – Sithumela Wena (Eswatini)

Best Song of the Year (VOTED FOR)

Kgaogelo Kekana – Dikgoro

Jabu Hlongwane - Sihlezi Kahle

Sihle Khumalo - Okudalwe Mina

Nontokozo Mkhize – Esandleni

Mmatema - Oa Ntwanela

Sindi Ntombela - Ulithemba Lethu

Best Artist or Group of the Year (VOTED FOR)

Stefan Green – Anything

The Jesus Collective - FLOW Vol.1

Andile KaMajola - Wasithanda wasikhethela kuye

Sindi Ntombela - The watchman camp

Best Jazz Album

L'wei Netshivhale – Zwonaka

Siyanqoba Mthethwa - Inevitable Jazz edition

Malenas - Oil in my lamp

Best Community Radio Show/ Presenter

Thulane Sibiya - Emalahleni FM

TAMBO FM - TAMBO FM