Ezokuvakasha Izithombe

Isasasa kubantu abasha ngombukiso wamabhizinisi eThekwini

Nonkululeko Nhlapo|Published

UQALE ngegiya eliphezulu umbukiso wamabhizinisi obanjelwe e-ICC kuleli sonto, isithombe: Nqobile Mbonambi/ANA

UMASIPALA weTheku usebenzisa umbukiso wamabhizinisi, iDurban Business Fair (DBF), ukuletha ongoti bemikhakha ehlukene ukuthi bafundise ngamakhono nezindlela ezintsha zokusebenza kosomabhizinisi ukuqinisekisa ukuthi bayasimama yize isimo somnotho sinzima.

Lo mbukiso okhombisa ngemikhiqizo eyenziwe kuleli engaphezu kuka-520, useNkosi Albert Luthuli International Convention Centre naseDurban Exhibition Centre.

Abantu abasha baphume ngobuningi babo ukuthamela lo mbukiso futhi baningi nabakhangisa ngemikhiqizo yabo ehlukahlukene.

UQALE ngegiya eliphezulu umbukiso wamabhizinisi ose-ICC kuleli sonto, isithombe: Nqobile Mbonambi/ANA