Ezokungcebeleka

UBabes Wodumo uchitha ukuthuka uLady Zamar

Phumelele Nxumalo|Published

UBABES Wodumo uchithe eyokuthuka uLady Zamar. Isithombe: Instagram UBABES Wodumo uchithe eyokuthuka uLady Zamar. Isithombe: Instagram

UMCULI weGqom' waseThekwini uBabes Wodumo osephumele obala wakuchitha ukuthi nguye ozwakala ethuka umculi we-Afro House uLady Zamar kwivideo.

OWodumo ufake ivideo ekhasini lakhe ku-Instagram lapho ebephika khona ukuba ngumuntu ozwakala ethuka futhi edelela uLady Zamar ngezinduna anazo ebusweni esabalale ezinkundleni zokuxhumana ngeledlule.

Uthe akuyena owaqopha levideo, kunalokho kwagqekezwa ikhasi lakhe kutwitter kanti futhi nomuntu owenza ivideo eyashicilelwa kuleli khasi unezwi elifana nelakhe. 

Le video isabalale ngemuva kohlelo lomncintiswano womculo i-Idols SA lapho uZamar ayemenywe khona njengejaji. 

Kule video kuzwakala owesifazane ethi: "Umatasa uhlekana nale ngane kuma-idols kodwa ubuso bakho bunje."

%%%twitter https://twitter.com/hashtag/BabesWodumo?src=hash&ref_src=twsrc%5Etfw">#BabesWodumomaking fun of Lady Zamar #LadyZamar yazi this uneducated stupid girl 🙄🙄🙄🙄 pic.twitter.com/1UxhhSh2l2

— Daud Mhlongo (@DaudRugunate)

Abalandeli bakhe basale behlukene phakathi kuTwitter ngokuphika kukaBabes ukuthi nguye ozwakala kule video.  Abanye bebemkholwa ukuthi akuyena ngempela kanti abanye bebehlekisa ngokuthi kwenzeke kanjani ukuba lowo owenze ivideo abe nezwi elifana ncamashi nelakhe. Kanti nosaziwayo basike kwelijikayo koWodumo bemgxeka ngokuhlekisa ngoZamar.

%%%twitter https://twitter.com/Lady_Zamar?ref_src=twsrc%5Etfw">@Lady_Zamaris a hit machine. Her albums sell more than most in her space. She’s got more hits than many. So what if she has a few pimples on her face. She’s actually been pretty open about it. Her music speaks for her,not her face. Ok I’m done

— #justdance (@moflavadj)

%%%twitter https://twitter.com/hashtag/BabesWodumo?src=hash&ref_src=twsrc%5Etfw">#BabesWodumo #LadyZamar so the Person who hacked babes' phone even hacked her voice??🤣🤣

Babes think we r stupid neh pic.twitter.com/xh1u480dcX

— IFollowBack (@nonto_njiyela)

%%%twitter https://twitter.com/hashtag/BabesWodumo?src=hash&ref_src=twsrc%5Etfw">#BabesWodumothat controversy sells, really fucked her. This is the same modus operandi she always uses, of being a bitch to someone & then post a 'sincere' follow up video apologizing. #LadyZamar pic.twitter.com/CZAA2UdVLI

— Pootie Tang (@Mdudemeister1)

%%%twitter https://twitter.com/hashtag/BabesWodumo?src=hash&ref_src=twsrc%5Etfw">#BabesWodumo, the fact that she said hence on that tweet, it's definitely not her pic.twitter.com/uO5eIrJ4Ej

— #IThAmBo OUT RN! "🔥 (@IamLeeCore)