Ezokungcebeleka

Ushaqe abaningi uPrince Kaybee ethi uvezele unina umphambili

Intatheli Yezokungcebeleka|Published

DJ Prince Kaybee. Isithombe:Nokuthula Mbatha/ANA DJ Prince Kaybee. Isithombe:Nokuthula Mbatha/ANA

UDJ ongaconsi phansi kubathandi beHouse kuleli, uPrince Kaybee, uthuse abaningi ngoLwesine ekuseni edalula ukuthi uvezele unina umphambili. 

Lo DJ udalule lokhu ekhasini lakhe lezokuxhumana kutwitter elinabalandeli abangaphezulu kuka 44 000. 

Ebhala kule nkundla uthe: "uMa uze kimi wathi 'Kabelo ngicela ukubona ugwayi wakho' ngamkhombisa wase ethi 'joh uyawushisa ne? buka umnyama kanjani"

UPrince Kaybe uqhube wabhala wathi lokhu kuchaza ukuthi ngokukanina inanazi ishisa njengewovini. 

Abantu abaningi ubathusule lo mbhalo, iningi lizibuza ukuthi umkhombiseleni unina umphambili ekubeni esemdala kangaka. 

Abanye bathe bebesazama ukukhohlwa udaba luka eMtee, ogile abantu ezinkundleni zokuxhumana eveza umphambili ngephutha kwivideo ayeyiqopha bukhoma ku-Instagram. 

Abantu baphawule kanje: 

Maybe Prince Kaybee is used to having foreplay with his mom. pic.twitter.com/1Dj5n5p32e

— A PimpNamedSlickBack🇿🇦 (@iAmKingducer) November 23, 2017

Haibo Prince Kaybee nomamakhe, ngeThursday ilanga lomthandazo pho? pic.twitter.com/ZADRWVQ7F4

— Kasi Panther. (@phethohlubi3) November 23, 2017

From show me... to calling it Tsubi... comment on its colour... and what's with that oven mentions. Guys, what's with Prince Kaybee's family. 😭 pic.twitter.com/ZQeXOtNeXb

— MaBhekzon (@MaBhekzon) November 23, 2017

Just got the prince kaybee shit translated. Can social workers take a grown man from his mom?

— Bev Foreman (@Ken_Trill) November 23, 2017

What type of conversations is Prince Kaybee having with his mom!!! I mean he even showed it to her to joke around it,what is this!!!??? pic.twitter.com/mTzgcp54Oc

— 4 Your Eyes Only (@Lloyd_G7) November 23, 2017