ABASEBENZI basefemini yakwaVolkswagen Group Africa eKariega bejabulela ukukhiqiza imoto ka-3 million
Image: Sithunyelwe
IFEEMU yakwaVolkswagen Group Africa igubha ukukhiqiza imoto ka-3 million efemini yayo eseKariega, eGqeberha, e-Eastern Cape.
Le femu eneminyaka engu-74, yakhe izimoto eziningi kusuka kwiBeetle ngo-Agasti 31 ka-1951.
Umqondisi wefemu u-Ulrich Schwabe uthe ifemu yakhe izimoto eziningi ezinomlando eminyakeni edlule okubalwa yona iBeetle, Citi Golf nePolo Vivo. Uthe manje bazimisele ngokwakha imoto entsha iTengo ngo-2027.
:Siyabonga kubo bonke abantu ababambe iqhaza emlandweni wefemu yathu nasekuzuzeni lokhu,” kusho uSchwabe.
Umlando wezimoto ezakhiwe efemini umi kanje:
Related Topics: