ZIHLEKA zodwa izinkampani zezimoto njengoba u-2025 ube muhle kuzo ngokudayisa kwazise izibalo zibe phezulu ngendlela eyagcinwa ngaphambi kokubhebhetheka kwegciwane iCovid-19.
Kubhekwe ukuthi kwethulwe izimoto eziningi ezintsha emagaraji aseNingizimu Afrika ngo-2026.
Eyokuhamba nomndeni ngokukhululeka iVW Tayron
U-2025 ube wunyaka omatasa kakhulu emagaraji ezimoto eNingizimu Afrika abantu bephuma bengena bethenga ezintsha.
Inqwaba yamabhathini yinto ewumlando kwiBMW 1 Series ngoba izinto uzenxa kwi-touchscreen infotainment system ebukeka kahle futhi ehlangene ne-digital instrument ...
Yize izinga liphezulu kodwa sekuyiyona ebizayo uma uyiqhathanisa ne-3 Series ne-C-Class.
Ukuvuma kweCaptur Esprit Alpine eyakhiwe eValladolid, eSpain akuzange kuwuthonye umqondo wami ngigcine ngithathe ngewala sengikhohlwa ukuthi bakhona abanye abashayeli ...
ISouth African Motor Body Repairers' Association (Sambra) eyilungu ixwayise abanikazi
UKWANDA kwezinkampani ezingenisa eNingizimu Afrika kugcina kwenza ukuthi ezinye zingasheshi ukufika emqondweni.
BAZOHLOLELWA ezokuphepha ezimotweni mahhala abanikazi bezakwa-Omoda & Jaecoo South Africa ukuzilungiselela ukuthatha izinkambo ezinde ngamaholidi.
INational Consumer Commission (NCC) ikhiphe isimemezelo kubanikazi bezimoto zakwaJeep nezakwaKia ukuthi baziphuthumise emagaraji emuva kokutholakala kwezinkinga ...
Kusuka yethulwa ngo-2020 ihehe abaningi ngenxa yentengo yayo ephansi uma uyiqhathanisa nezimbangi nokuthi ilayisha abagibeli abayisikhombisa.
I-Automobile Association (AA) ayeneme ngokuphepha kweHyundai Grand i10 edayiswa eNingizimu Afrika kulandela ukufeyila kwayo ngesikhathi ihlolwa ngabeGlobal NCAP ...
NGOKUFIKA kwe-S3, usuphelele umndeni wama-Audi A3 athuthukisiwe eNingizimu Afrika.
IGeely le yinkampani yaseChina ephethe iVolvo, eke yaba khona emakethe yakuleli kodwa yenyula eminyakeni edlule njengoba isibuya nje.
KwaToyota South Africa Motors (Tsam) sebethuthukise iRumion abayethula okokokuqala ngo-Okthoba ka-2021.
NJENGOBA sekusondele amaholidi okuphela konyaka, abanye bazosebenzisa imali yamabhonasi ukubheka izimoto ezintsha.
Ukwehla kwentengo kaphethroli, ukunyuka kwamandla emali nenzalo yemalimboleko ngezinye zezinto i-naamsa ezibone njengezibe nomthelela omuhle ekunyukeni kwesibalo ...
Inhlangano iSouth African Automobile Association (AA) ithi izimemezelo zezinkampani zokuthi abanikazi bezimoto kumele bazibuyisele emagaraji ukuze ziyolungiswa okuthile ...
ISIZULU sithi ukuhlehla kwenqama akusho ukubaleka kodwa isuke ithatha amandla.