UMIGUEL Timm ozobe eqinise isisu seBhakabhaka, no-Edwin Gyimah weSekhukhune United FC okuzobe kungadluli lutho kuyena njengoba bezobhekana ne-Orlando Pirates Izithombe:Backpage Pix
OLWAMANQAMU kusasa, kuzodela umakhasana eLoftus Stadium lapho kuzobe kubambene iBhakabhaka(Orlando Pirates) neBabina Noko (Sekhukhune United).
Intandokazi yakho yephephandaba, Isolezwe Ngempelasonto iphisana ngama hamper ayisihlanu kulabo abazoqagela umphumela womdlalo weNedbank Cup.
Abafisa ukuwina bangaphawula kanjena: isibonelo #Sekhukhune 3 - Orlando Pirates 1 kumbe Orlando Pirates 3 -Sekhukhune 1
Uma uhamba ne-Orlando Pirates, phawula ngokuthi #Ibhakaniya noma uthi #BabinaNoko uma uphakama noshuni weSekhukhune United.
Ukungenela kuvalwa emuva komdlalo we#NedbankCup
Ungakhohlwa wukusilandela emakhasini ethu ezokuxhumana @IsolezweNews kwiTwitter, @IsolezweEzemidlalo @IsolezweNgempelasonto kwiFacebook...