Sengathi inkomo yomemulo kuzoba ngeyomngcwabo

Zwelakhe Ngcobo|Published

NAKWAMANYE amazwe kuba namaqembu athile okuyiwona angumgogodla wokwakha iqembu lesizwe. NaseMzansi iKaizer Chiefs, Orlando Pirates, Mamelodi Sundowns naMazulu uma ...

Uthathwa njengowamagqubu oweBayern neLeverkusen kwiBundesliga

Zwelakhe Ngcobo|Published

BAYERN MUNICH v BAYER LEVERKUSENAllianz Arena - Namuhla ngo-6. 30pmGerman BundesligaUKUQALA isizini ngesivuthevuthe kweBayern Munich kubukeka kuyikho okungase kwenze ...

Ushonephi unembeza ezikhulwini zikahulumeni?

Zwelakhe Ngcobo|Published

UKUSEBENZELA uhulumeni kusho ukuthi uyisithunywa sabantu. Empeleni abantu basuke befuna ukwethembeka kwakho nobuqotho bakho futhi uphenduka ikhosomba lokuphephela ...

Soyicela ivuthiwe ngalo Fohloza ozikisa uSuthu

Zwelakhe Ngcobo|Published

MHLELI: Ngisika elijikayo ngomdlalo wamanqamu womqhudelwano weMTN8, ozoba phakathi kwezikaMagebhula, noSuthu. Ngiphinda amazwi ami engawasho ngaphambi komlenze wesibili, ...

Bayede Hlanga loMhlabathi! Ngonyama kaZulu!

Zwelakhe Ngcobo|Published

UMHLAKA-29, kuMfumfu 2022, uwuphawu olungasoze lwacisheka emlandweni kaZulu. Leli sekuyigabelo lesibili eliqophekayo ngokungena esihlalweni kweSilo uMisuzulu Sinqobile ...

Yichilo ukuhlekisa ngecala lolale nembuzi

Zwelakhe Ngcobo|Published

MHLELI: Ngithi ake ngikhuze umhlola osuvamisile ukwenza ezweni sakhile. Ngibuka indlela osekuvamise ukuthi kwenzeke ngayo izinto futhi imvamisa zenziwa ngabantu ...

Isinqumo sikaMadondo asiwuqedile umbango waseNdlunkulu (ingxenye yesibili)

Zwelakhe Ngcobo|Published

Yathini inkantolo ngecala likaNdlunkulu uMaDlamini lomshado wakhe neSilo namafa?UMadondo wazichitha zonke izicelo zikaNdlunkulu uMaDlamini, wanquma nokuthi akhokhe ...

Ukungafaki izingwazi kwiBafana wumkhonto ogwaza ekhaya

Zwelakhe Ngcobo|Published

EYOKUSHIYWA ngaphandle kwiBafana Bafana kwabanye babadlali abasefomini iphathisa ngekhanda iqubule nombuzo othi engabe iyozala nkomoni ngekusasa laleli qembu lesizwe. ...

Isinqumo sikaMadondo asiwuqedile nya umbango wasendlunkulu

Zwelakhe Ngcobo|Published

ISilo uMisuzulu kaZwelithini yiSilo sokuqala esizweni saMaZulu ukubekwa emuva kwenkululeko yaboHlanga ngo-1994. Kufanele kunconywe izinkantolo, uMthethosisekelo ...

Kuyajabulisa ukubona abamnyama behosha imfe kwiDA

Zwelakhe Ngcobo|Published

MHLELI: Ngicela ukusika elijikayo ngibongele omunye wabaholi engimthanda ngendlela exaka ukwenza, oseqoke ukushiya phansi iDA. Sengisho uMbali Ntuli. Ngimfisela ...

NAMUHLA EMLANDWENI - 19 MASHI

Zwelakhe Ngcobo|Published

1571: AMASOSHA ombutho wezempi waseSpain agasela eManila. 1945: U-ADOLF Hitler owayengumholi weNazi Party eGemany ukhipha umyalelo wokuthi kucekelwe phansi zonke ...

Kuvusa imibuzo ukuqokwa kukaZondo njengenhloko yamajaji

Zwelakhe Ngcobo|Published

NGEMVA kwesikhathi isizwe siqagela ngozongena ezicathulweni zenhloko yamajaji uMogoeng Mogoeng, uMengameli wezwe uCyril Ramaphosa ugcine esithathile isinqumo. Okwethuse ...

Makube nokuthula endlunkulu kaMageba!

Zwelakhe Ngcobo|Published

USUKU lwanamuhla esizweni sikaZulu nasemhlabeni jikelele, luzohlala lukhunjulwa ngenxa yokuthi ngonyaka odlule kwakhothama iSilo samaZulu, iNgonyama uZwelithini ...

Kumele kuqokwe osenamava kwesamaphoyisa

Zwelakhe Ngcobo|Published

MHLELI: Sizwile uMengameli wezwe (Cyril Ramaphosa) ememezela ukuthi uKhomishana wamaphoyisa kuzwelonke uKhehla Sitole, uyagcina ekupheleni kwenyanga. Esikulindele ...

Zivikele kwiTB uthole usizo ngokushesha

Zwelakhe Ngcobo|Published

INYANGA kaMashi, ingenye yezibalulekile emhlabeni jikelele ngenxa yokuthi ngoMashi 24 kusuke kuwusuku lokukhuthaza abantu ukuthi bazivikele esifweni sofuba. ITB, ...

Buyisani abasakazi boKhozi FM bakudala!

Zwelakhe Ngcobo|Published

MHLELI: Ngivamisile ukubhekisia izinto ezenzeka emsakazweni esiwuhloniphayo Ukhozi FM. Kepha, namanje ngisasho ukuthi ngabe lukude uKhozi FM ukube kusekhona uLinda ...

NAMUHLA EMLANDWENI:MASHI 5

Zwelakhe Ngcobo|Published

1953: UFICWA wukufa uJoseph Stalin, eseMoscow, kanti nguyena obesengumholi weSoviet Union kusukela ngo-1924. 1960: UMCULI waseMelika, u-Elvis Presley, ubuyela ekhaya ...

NAMUHLA EMLANDWENI - FEBHUWARI 26

Zwelakhe Ngcobo|Published

1965: KUHLAKAZWA uhulumeni waseNetherlands, osanda kubunjwa ngenxa yezizathu ezithize. 1966: ISITESHI sethelevishini iKBIM TV, yase-United States of America (USA) ...

Sikhathele osopolitiki abanaphazana eshashalazini

Zwelakhe Ngcobo|Published

MHLELI: Akusethusi okwenziwa ngabasemandleni okuphatha izwe, okungosopolitiki. Besilindele ukuthi umbiko wokulawulwa kumbuso yidlanzana, uzobhula ifuku kuveze eshashalazini ...

Kunemibuzo evukayo ngekhomishini kaZondo

Zwelakhe Ngcobo|Published

Njengoba umsebenzi wekhomishini usufike esiphethweni, miningi imibuzo evukayo

UKhumalo ufisa amaqembu esizwe asathuthukiswa abeneqhaza kweye-Afrika

Zwelakhe Ngcobo|Published

UMQEQESHI weqembu lesizwe lika-Under 17 ( Amajimbos), uVela Khumalo, uthi kubalulekile ukuthi amaqembu esizwe akuleli asathuthukiswa, abambe iqhaza emiqhudelwaneni ...

UMoseamedi ufilizise ikusasa leChiefs kwiDStv

Zwelakhe Ngcobo|Published

KUPHINDE kwayibhedela iKaizer Chiefs iguqiswa yiMaritzburg United ngo 2-0 emdlalweni weDStv Premiership, obuseFNB Stadium, eGoli, ngoMgqibelo ntambama.

UMthembu usephupha ngendebe yomhlaba

Zwelakhe Ngcobo|Published

Ukunalokho ufingqe imikhono waqeqesha iqembu iGilbert Stars ebiphekwa uMarchell Maroun osefudukele eKapa.

UMashaba uchithe uNdulula kwiSpurs

Zwelakhe Ngcobo|Published

UMQEQESHI weWitbank Spurs, u-Ephraim ?Shakes? Mashaba, uchayise ?indodana yakhe? uBongani Ndulula engumantunta nendishi