EMINYAKENI lapho intsha isasezikoleni ifunda amabanga aphezulu, uMongiwa Hazel Ntuli, uzobe edlube ijazi lakhe leziqu njengomunye wabafundi base-University of Pretoria ...
UMFELOKAZI usethembele eNkantolo eNkulu yaseGauteng ePitoli ukuthi imnikeze ubunikazi bembewu yomyeni wakhe ongasekho egcinwe emtholampilo.
ADUDULANA enkantolo eNkulu yasePitoli amakhosikazi amabili alwela amafa omyeni wawo. Umakoti wokuqala uthe washada umshado wesintu nomufi ngo1991 kanti owesibili ...
IMITHETHO yeCovid-19 ethinta ukugqokwa kwezifonyo ezindaweni ezivalekile, nethinta ukuhlanganyela kwabantu ndawonye, izophonselwa ...
NGESIKHATHI i-United States ilungiselela ukuthi izingane ezineminyaka emihlanu kuya kwengu-11 ziqale ukugomela iCovid-19, kuleli izinhlangano ezikhathazekile ngokugonywa ...
INHLANGANO elwela ukuthi kuvulwe ukudayiswa kukagwayi iphinde yagqemeka udume namhlanje njengoba inkantolo enkulu yaseGauteng iphinde yayiqumba phansi kulokhu. Le ...
CISHE bayisigidi abafundi abangazithola besenkingeni yokwenqatshela ukungena esikoleni kuleli ngenxa yokungabi nezitifiketi zokuzalwa.
UZOTHOLA isinxephezelo sika-R400, 000 esivela emaphoyiseni uthisha waseGa-Rankuwa ePitoli owaboshwa ngokungemthetho ngecala lokubulawa komyeni wakhe ngonyaka ka-2005. ...
UNkk Maria Conradie (73) uthi walimala ephuma ukuyothenga kuWoolworths waseKolonnade Shopping Centre, esendleleni eya emotweni yakhe.