BABONGA ukusinda komphefumulo abebandla lamaSheshi eZululand, i-Anglican Church of South Africa, uMbhishobhi wabo, ephuma engenamyocu kulandela esahlakalo sokudunwa ...
ILINGANISELWA ku-158 imindeni ekhahlanyezwe yizikhukhula ezigasele eJozini ezinsukwini ezimbalwa ezedlule.
UGCWALE ngaphakathi eNkantolo yeMantshi yasePinetown waze wasala ngaphandle umphakathi waseCoffee Farm, KwaNdengezi, obuwotha ubomvu, kuvela umakhelwane osolwa ngokubulala ...
UHLONGOZA ukuthi kuphele nya ngomthetho ovumela ukuthi kube khona iphesenti elithathwa njengelamukelekile igazini lomshayeli uNgqongqoshe wezokuThutha eNingizimu ...
OYINHLOKO yeCrime Intelligence, uLieutenant General Dumisani Khumalo udalule ukuthi izinkinga zeKwaZulu-Natal Political Task Team (PKTT) zaqala ngesikhathi ibopha ...
ITHI bebesendaweni engafanele, ngesikhathi esingafanele, imindeni yabathathu okuthiwa badutshulwe babulawa abantu abangaziwa Ohlange, eNanda, ngoMgqibelo.
BAKHALA ngothishanhloko onenhliziyo eyitshe abazali babafundi baka-matric abakweleta imali yesikole eHillgroove Secondary, eNewlands West, bebanjelwa izitatimende ...
BASABISA ngokuduba Impucuzeko Maskandi Festival uma umsakazi woKhozi FM engashayi ungqimphothwe ngokuhoxa kule ndumezulu yomcimbi.
KUSIZE isangoma esihlabe umkhosi ngowesilisa ositshele ngokufa kwentombazane ebidukile, efuna ukugezwa, maqede atholakala ngempela amathambo ayo emhosheni ePhezukomkhono, ...
BEBEHLALISE lubhojozi umphakathi, bewukhokhisa imali yokuvikela njalo ngesonto abayisihlanu abathelwe phansi othulini amaphoyisa e-Area 10, KwaBester, eThekwini, ...
UDIDEKILE umndeni wengane okuthiwa yadlwengulwa enye eGroutville, KwaDukuza, umndeni kamsolwa ucela ukukhipha isamba semali esihambisana nenkomo nembuzi ngesigameko. ...
UJANYELWE yingqondo umndeni wowesifazane othandana nabantu abanobulili obufana nobakhe kulandela ukutholwa kwesidumbu sakhe sesonakele ekotishini lowesilisa osagcwele ...
KUTHIWA ubefuna ngodli ifa likamalume wakhe okuthiwa udubule wabulala umalumekazi eBhukhanana, eMpangeni, ngoLwesihlanu.
UZWAKALISE ukukhathazeka ngefu elimnyama eligubazele indawo yaseMzumbe ngezigameko zokubulawa kwabantu ngesihluku uMphathiswa wezokuThuthukiswa koMphakathi, uNksz ...
USATHUTHUMELA umndeni waseBangibizo, eMthwalume, ngowesilisa obuye wazobubulala amalungu omndeni amabili, kulandela ingxabano eyenzeke emgwaqweni ngoMgqibelo.
UNXUSE abantu ukuba bakukhuthalele ukufundisisa imigomo nemibandela uma bejoyina omasingcwabisane uSihlalo we-Unification Task Team, uMnuz Muzi Hlengwa.
UJATSHULISWA ukuthi kuze kwafika isikhathi sokuthi athathe umhlalaphansi esadla anhlamvana umasiteshi waKwaMashu, obevaleliswa ehhotela i-Octavia, eNanda, ngeSonto. ...
UBUSAMANGAZWE eyokuhlaselwa kwakhe umuntu ongaziwa, ogasele ekhaya, maqede wamdubula, ngasekupheleni kukaNovemba, umndeni wowesilisa waseLinda Area, KwaNdengezi, ...
Awuvula ngeWest unyaka amaphoyisa aseKZN
EYOKUKHONJWA ukuthi alungise izibiliboco zokubhiyozela ukuhamba kahle kwamalobolo kamnakwabo, okudine uTracy Smith-Hlophe, oyinkosikazi yomsakazi wegagasi FM uFelix ...
KWENZEKE okungajwayelekile izolo usoseshini wamatekisi ahambela eVerulam, eNdwedwe, eThekwini, oThongathi naKwaDukuza uklomelisa abashayeli abawuphatha ngesinono ...
UHLOSE ukuthi bangasaleli emuva kwezobuchwepheshe abafundi abafunda ezikoleni zikahulumeni, owesifazane waseHluhluwe, esungula umncintiswano werobhothi eliwuthisha ...
UFIKELE kubantu abawudinga ngempela uKhisimuzi wezihlalo ezihamba ngamasondo kanjalo namabhakede egilosa, okunikelwe yinhlangano engenzi nzuzo KwaMashu izolo nangoLwesine. ...
USATHUTHUMELA umndeni wetshitshi laseMbabane, eMsinga, okuthiwa libulawe yisihlobo ngeSonto lilungiselela ukungena emgonqweni womemulo.
ZIWUKHOMBA eduze umkhuba izihlobo zentombazanyana osekuphele inyanga inyamalele ePhezukomkhono, eMbumbulu.