Umdlali owaduma kwi-Arenal ne-FC Barcelona, u-Alex Song utuse iMamelodi Sundowns ngokugqama ebholeni lase-Afrika.
Umqeqeshi omusha weStellenbosch FC uGavin Hunt wethembise ukusishintsha ngokushesha isimo asifice kuleli qembu laseKapa.
UTeboho Mokoena uthembise unyawo oluhlukile kwiBafana Bafana njengoba i-Afcon isingena kwi-last 16.
Umqeqeshi weBafana Bafana uHugo Broos akaneme ngokuningi yize iqembu lakhe lidlulele esigabeni esilandelayo se-
IBafana kufanele ibhukule kwi-Last 16
Umdlali wasemuva weMamelodi Sundowns uFawaaz Basadien ubhoboka ngobunzima abhekane nabo ngesikhathi efika kuleli qembu.
Imidlalo yokusonga amaqoqo kwi-Africa Cup of Nations ifika nobunzima bokuminca njengoba kuqala kweyanamuhla.
IZimbabwe iyona emi phakathi kweBafana Bafana ne-last 16 ye-Africa Cup of Nations (Afcon).
Usihllalo weMamelodi Sundowns uTlhopie Motsepe ukhume sakuklolodela i-Orlando Pirates ngombango wesicoco seligi.
Umqeqeshi weBafana Bafana uHugo Broos ugcwele ukuzethemba ngamathuba eqembu lakhe ku-Group A we-Afcon.
Umdlali wasesiwini weBafana Bafana uThalente Mbatha ufisa basheshe bayidlulise indlela abashaywe ngayo yi-Egypt.
U-Evidence Makgopa uyavuma ukuthi kunzima ukuba kude nomndeni ngalesi sikhathi kodwa ukuba sekhempini yeBafana Bafana kwi-Afcon kukhulu nakakhulu.
ULYLE Foster weBafana Bafana ufuna ukuqhubeka nokuwaqhulula njengoba eyivule ngonyawo oluhle i-Afcon eMorocco.
Umgadli wakudala we-Orlando Pirates uBruce Ramokgadi uvune u-Abdeslam Ouaddou ngobada lukaTshegofatso Mabasa.
IBafana Bafana iqale kahle kwi-Africa Cup of Nations (Afcon) inqoba kwi-Angola ngo 2-1.
Uqewqwe lomqeqeshi weBafana Bafana uGrant Johnson lufisa leli qembu lesizwe liphinde elakwenza lukhona eminyakeni engu-30 edlule.
Umdlali wasemuva weBafana Bafana uSiyabonga Ngezana akanaso isiqiniseko sokuthi uzobe esengumdlali weFCSB yaseRomania ngoFebhuwari.
Abadlali abanokhakhayi oseluqinisle abanomlando wokudla izicoco kwi-PSL bazohlobisa i-Afcon eqala ngempelasonto eMorocco.
Umqeqeshi weBafana Bafana uHugo Broos usenalo iqhinga lokuzibeka ebuhleni ku-Group B we-Afcon.
Umqeqeshi we-Orlando Pirates useyanqikaza ukuvala isikhala sikaMbekezeli Mbokazi oseya e-USA.
Kucelwe abalandeli beKaizer Chiefs ukuba baqhubeke nokweseka iBafana Bafana njengoba iya kwi-Afcon eMorocco.
Ukushintsha kuka-Elias Mokwana umoya kumbuyisele kwiBafana Bafana eya kwi-Afcon.
UManqoba Mngqithi usole abaphathi beKaizer Chiefs ngokungabi naso isineke nabaqeqeshi baseMzansi.
Aseqalile ukuphundleka amaqembu esizwe ngaphambi kokuqala kwe-Afcon yaseMorocco.
Kusazokhakwa emaqenjini ase-England njengoba inqwaba yezithenjwa zawo izoya kwi-Afcon eqala ngoDisemba 21.