LILINGANISELWA ku-R2 million inani lezidakamizwa ezitholwe amaphoyisa zifihlwe ethayini lemoto eliyisipele kumngcele waseMozambique, esifundazweni sakwaZulu-Natal. ...
KUSHAQWE isibhamu nezinhlamvu ngenkathi amaphoyisa ebopha amadoda amathathu asolwa ngokuba yingxenye yodlame phakathi kwamaqembu ezigebengu eSydenham Heights.
UVELE eNkantolo yeMantshi yaseMlaza umfundi oneminyaka engu-15 ngokutholakala nesibhamu esingekho emthethweni.
USALE enkundleni owesilisa odutshulwe amaphoyisa obanjwe oqotsheni ebamba owesifazane inkunzi ngasemshinini wemali (ATM) enkabeni yedolobha iTheku ngeSonto.
KUBOSHWE abantu abangu-20 ngeziteleka zamaloli eseziyinsakavukela esifundazweni saKwaZulu-Natal.
AMAPHOYISA ashaqe izidakamizwa ezingabiza isamba esingalinganiselwa ku-R12million ngesikhathi egasele emzini womthengisi wezidakamizwa owaziwayo ePhoenix ngoLwesine. ...
Izitolo okubonakale zibe nenqwaba yabathengi abafike phakathi kwamabili nasentathakusa, yizitolo zakwaGame nakwaCheckers
AMAPHOYISA aqinisekise izindaba zokuboshwa kowesilisa wokufika kuleli osolwa ngokuba ngubhongoza ekushushumbiseni iwunga
Kudingeke ukuba kulandwe ogandaganda ababili kugujwe umgodi ukuze kuhlengwe inhlwathi engu-3. 5 metres ubude.
Iqembu lezigelekeqe elihlomile seliwaqedile amabhizinisi, izimoto ezithwala imali nabantu abakhipha isamba semali emabhange KwaZulu-Natal.