Volos: Sicela amaBreathalyser ensangu nezinga lewunga egazini

Vololovo Memela|Published

Uma kukhona onolwazi lokuthi lidayiswa kuphi ithuluzi lokuhlola izinga lotshwala egazini(Breathalyser) ngiyocela angiyalele ngokushesha ngoba kunesimo esidinga ukulungiswa ...

Volos: Bakubona bakubeletha ababeletha amadoda angondli

Vololovo Memela|Published

Neboni baze balibona ukuthi liqamba amanga lithi libelethe umntwana lisho libelethe indoda engasuki emhlane walo.

Volos: Akungaqekethwa ezesinemfu phezu kwamakhanda ethu

Vololovo Memela|Published

Ngicela ukuqala ngokuthi ngikucacise ukuthi angimelene nokubhenywa kwesinemfu ngoba naso siwugwayi ofanayo nabanye ogwayi.

Volovolo Memela: Kungabe abalaleli boKhozi FM kabahambi ngamabhanoyi?

Vololovo Memela|Published

Njengomlaleli woKhozi FM ngibona kufanele ngilukhuze uma selundizela phansi ngoba ukhozi lwaziwa njengenyoni endizela phezulu emafini.

[IMIBONO] Ifuna ukusukunyelwa eyomantindane kuKhozi FM

Vololovo Memela|Published

Ngiqinisile ngithi kuyothi kushaya iphasika siyobe sesike sawuzwa umkhovu usakaza oKhozini FM uthi: ?Shanibonani bayayeyi boKhoji fefemu?.

[IMIBONO] 'Abathanda ukudla ophaya yibona abadliseka kalula'

Vololovo Memela|Published

Uma ungumuntu othanda ukudla izitshulu kufanele wazi ukuthi maningi amathuba okuthi udliseke.

[IMIBONO] Ayikho indoda engagodla ucansi ube umzimba uvuma

Vololovo Memela|Published

Kuyiqiniso okufanele livunywe ukuthi amadoda anamuhla awasenamandla, uma ethi azama ukuya ocansini avele asantuze into engayi ndawo aphethe ngokucasha ngobuthongo ...

Le Khomishini kaZondo izoyishaya iyibhuqe i-ANC

Vololovo Memela|Published

Bantabami ngokuzithoba ngiyacela isale seyimiswa le Khomishini kaZondo okuthiwa ngeyophenya ngokulawulwa koMbuso yidlanzana

Shenge siza, nakhu sikhishwa inyumbazana eNdlunkulu

Vololovo Memela|Published

Shenge ngithe angikulobele le ncwadi evulekile ngenxa yokudangala okusemoyeni wami ngenxa yezinto nezigameko ezingehlele ngiseyinkosi yasePhoyint

Ucwaningo ngesibhono sezimanga sikaZimdollar

Vololovo Memela|Published

Lo msindo wokubangwa kwakhe usuyakhombisa ukuthi usuke engadlali uma ethi unesibhono esibhonoza kamnandi ezinsizweni.

Abathakathi batshikizisa imisila ezinkundleni zokuxhumana

Vololovo Memela|Published

Kubo bonke abantu abathi abamazi umthakathi ngicela ukubazisa ukuthi yibona abayizimpumputhe ezingafuni ukubona umthakathi ephambi kwamehlo abo

NGESO LIKA VOLOVOLO: Hlukana namaphela asemzini yabantu, akuxake ngani?

Vololovo Memela|Published

MaSolezwe nizokhumbula ukuthi okaVolos useke wabhala wacacisa ukuthi amaphela akufanele anyanywe ngoba aluphawu lokuthi kunokudla kuyabuswa emzini

'Ngicela uQhubinja angifake ohlwini lwabantu azobondla' - NGESO LIKA VOLOVOLO

Vololovo Memela|Published

MaSolezwe ngifisa nazi ukuthi uVolos uyayivuma inkosi yamabhinca uQhubinja (uQhubs) ngokuthi ufike kwezwakala endimeni yezikaqedisizungu. Okufanele kucacele abantu ...