Uyaqhubeka yini nokufunda okungale kokufunda?
Kuthi idlozi selikuthwasisile kube khona ogobela abathi usebenza kanjani ungazange udlule ezandleni zikagobela.
Ziningi izinto esizenzayo zesintu sibe singaqondi ukuthi sizenzelani
Lihle iqiniso, lokho kwaba yingcwaba lokugcina kumuntu omnyama.
Mntanomuntu vuma sivumelane sixakekile
Baningi abathunywa kanjena ekugcineni badlale izilambi nezinswelaboya okwenza umsebenzi wedlozi ungaphinde uhlonipheke
Kukhona abantu abanezinkinga ezisuka emuva esingathi zisethongweni
'Isibongo siwuMsamo wakho, konke oyikho, ngalokho uma konakele sona kuyefana nokuthi ukhona ungekho'