NGIFUNA ukukhuluma ngolimi lwesimanje oluzoyiqeda nya indaba yokusebenzisa ongwaqa nonkamisa nxashana siloba kwezokuxhumana.
KUNOMKHUTSHANA okuvamile ukuthi ungenze sengathi ngihogele ugwayi wamakhala uma ngibona wenzeka.
Undabuzekwayo wedivosi kaKolisi iyisibuko sokwenzeka empilweni yanamuhla.
NGIKE ngayoshaziza umngani wami, engimthatha njengomnewethu, le kwelakithi kwaZulu
SEKUNGAZE kuqhume amavelemane nje impela lapha empikiswaneni ngomqeqeshi uRhulani Mokwena? Yini?
Umqondo wokubhala lapha uwubugalakajana nje bami ngoba nginokusola ukuthi uma ngikuposela le ncwajana ayikufika emehlweni akho.