UKHOMISHANA wamaphoyisa KwaZulu-Natal uLiet General Nhlanhla Mkhwanazi usetuse izincomo abazithola emalungwini omphakathi wasezifundazweni zomsebenzi abawenzayo ...
ABUYE nezibhamu ezinhlanu amaphoyisa abegasele erenki yamatekisi esondelene nemakethe, maphakathi nedolobha iTheku ngoLwesibili.
UZOFIHLWA ngoMgqibelo eNanda Glebe uNatasha Conabeer (23) okusaphenywa ngokushona kwakhe.
BEZIHLULEKA nawukuzibamba izingane ebezifunda nenye yezingane zaseWyebank, * -Ayakha Jiyane (16) obengumfundi esikoleni samabanga aphakeme, iPinetown Girls High, ...
SEBESABA ngisho ukusondela ebhishi eliseManzimtoti abahlali bakhona njengoba bethi leli bhishi ligcwele izinkukhu ezimnyama ezinqunywe amakhanda, amakhandlela achonywe ...
IZIQHWANDELE ulaka lomakhelwane bayo indoda yaseRichards Bay evele yagxumeka isibaya maqede yathela umhlambi wezinkomo ezingu-15
UConstable Sanele Sophazi (30) ubonakala esithombeni elingisa ukubamba isibhamu, lapho ekugqame khona itattoo engalweni yakhe