Kungani kube nabasakazi abasebenza kusukela ngoMsombuluko kuze kuyoba yiSabatha besemsakazweni kodwa uBheka Mchunu, umsakazi onohlonze kanje, angene kanye ngeSabatha ...
UNgqongqoshe wezokuThutha, uMnuz Fikile Mbalula, uthe awabathathe abantu ekuseni ngo-5 agcine ngo-5 ntambama.
Ngiyezwa amakholwa esethi yizinsuku zokugcina.
Ukufika kwakhe kusizele nezinkinga eziningi eNingizimu Afrika.
Kuyasiza empilweni ukuzisebenzela kusenesikhathi bese ubeka imali ungahluphekeli kwabanye abantu ngento engathi shu.
Mina ngibona sishoda ngabaholi eMzansi ngoba into abayenzayo nje yinkohlakalo, ngamacala, yizinkantolo, wukuxoshana wukubulalana unyaka uqala uze uyophela.
Cha mina angisoli muntu namaphoyisa ngeke ngithi ayahluleka kodwa ngithi umuntu owabulala uSenzo kukancane ephumelela empilweni. Uyafana nomuntu ofe ehamba nje ngoba ...
Ngiyazi njengoba kuzovotwa nje uzobabona othisha bevotisa abantu kodwa kuyaziwa eNingizimu Afrika ukuthi sinenkinga yabantu abaningi abangasebenzi
Iqembu elibusayo lisithengise lasiqeda kwabokufika.
Ngicela ukudlulisa ukudumala mayelana nomphathi omusha kuKhozi FM
Uyabona la maDVD omkhuba agcwele idolobha asifakela amahloni uma sihamba nezingane zethu ngoba zibona ukuthi uba njani umuntu omdala uma engagqokile