Abaningi bayamangala uma ngithi ushukela uyingozi kangangokuba abaningi abantu bakithi sewabaphuca injabulo yokuba nabantwana.
UCWANINGO olunzulu lukhombise ukuthi ukuyeka ukudla ushukela kwandisa izinsuku zokuphila, izifo ezikuphethe ziyancipha uphinde uvikeleke nasemibulalazweni yezifo ...
Bebephume ngobuningi babo abantu bakuleli, nabasemazweni agomakhelwane bezobona kuqopheka umlandonjengoba iSilo uMisuzulu kaZwelithini ubenikezwa nguMengameli uMnuz ...
Ngenhlonipho, ngingakangeni esihlokweni sanamhlanje ngicela ukuthi jwaphu ngesiguli esingubaba engisibone izolo lokhu. Lo baba wayengakholwa ukuthi ukuqaqamba kwezinyawo ...
UMLINGISI ozakhele ugazi kubabukeli bomdlalo waphakathi nezinsuku kuMzansi Magic, iGomora uSana Mchunu uthi indawo kaZodwa ayidlalayo, yowesifazane okhulisa ingane ...
Ayaveva amatshitshi aKwaNongoma afuna umlingisi weDurban Gen uNelisiwe Sibiya achaze kabanzi “ngokuzifaka” ezindabeni ezithinta amatshitshi ngaphandle kokuthola ...
Cishe wonke umuntu uyakuthanda ukuphila, ngisho ngabe usugula kanjani, ngaphandle kwezimo ezimbalwa, abaningi abantu bathanda ukuphila baze bakhokhobe. Ukuhamba ...
AKEKHO ongaphika ukuthi ukuzingcolisa (ukuzimoshela) umdala, ngenye yezinto ezikuphoxa kakhulu uma yenzeka kunoma ngubani; kungaba sebusuku noma emini. Kunabantu ...
Sisesikhathini sonyaka lapho abathandanayo bezohlangana babe ndawonye ngosuku lwezithandani. Abantu besilisa baphansi phezulu bayazilolonga, bayazibhila ngezindlela ...
Baningi abantu bakithi abavumela izibiliboco zokudla zingcweke, zihlukumeze usinyaka, bazithole sebephalaza, kugcwalelane ucabango kuhambisana nezinhlungu, bagcine ...
UPHUTHUNYISWE esibhedlela uMax Mqadi wendawo yobumnandi edumile eselokishini laseMlaza, iMax’s Lifestyle kulandela ukudutshulwa ngabantu abangaziwa NgoLwesine ntambama ...
Imvamisa abaculi batabalasa isikhathi eside ngaphambi kokuba badume endimeni yomculo kodwa umfana waseZwelibomvu, ocula ama-piano, kumthathe imizuzu embalwa evele ...
APHELILE amahlathi okucasha kumsakazi woKhozi FM uSipho "DJ Sgqemeza" Mbatha obese kuphele isikhathi efunwa yisikhonzi senkantolo ngenxa yokukweleta kwakhe uMnyango ...
UBHODLA umlilo umculi weGqom’ uBabes Wodumo osolwa ngumamezala ngokusenga ezimithiyo ngokuthi uzithwele.
UMMANGALELWA ecaleni lokubulawa kwesitshudeni saseMangosuthu University of Technology uthi isibhamu abulala ngaso lesi sitshudeni kwakungesaso isitshudeni.
USIMISO Chonco obhekene necala lokubulala intombi yakhe enezinyanga ezine izithwele uthi wayengakuhlelanga ukubulala intombi yakhe.
SEKUVELE ukuthi wafona cishe izikhawu ezilishumi ethinta abantu abahluka hlukene uThobani Mzolo, ongumsolwa ecaleni lokubulawa kwesitshudeni saseMUT, uZolile Khumalo ...
UYAKHALA umndeni wowayengunozinti we-Orlando Pirates uSenzo Meyiwa njengoba uthi wawuthenjiswe uMasipala weTheku nohulumeni kuzwelonke ukuthi uzonakekela umngcwabo ...
UQULEKE enkantolo owesifazane osolwa ngokubulala indodona yakhe endaweni ehlala izivakashi eMhlanga, enyakatho yeTheku.
INDUMALO ibibhalwe ebusweni emndenini kaMnuz Simukelo Zondi (24) ngesikhathi isitshudeni sase-University of KwaZulu-Natal (UKZN) esisolwa ...
ASEZWAKALISE ukungenami amaqembu aphikisayo ngokubuyiselwa komunye wabasebenzi bakamasipala weTheku othinteka emacaleni enkohlakalo nokukhwabanisa nalowo owayeyimeya ...
IGWETSHWE udilikajele yiNkantolo eNkulu yaseThekwini indoda eyatholwa nekhanda lomuntu kubhakha emakethe kuWarwick, eThekwini, izolidayisela inyanga ngoR20 000. ...
UMNYANGO wezeMfundo usuxwayise othisha abathandana nabafundi ukuthi noma ubudlelwano babo bungagunyazwa abazali kodwa umnyango uzobaxosha ubafake emabhukwini amnyama ...
UTHOBEKE amanxeba owesifazane owadlwengulwa enezinyanga eziyisikhombisa ezithwele kugwetshwa umdlwenguli odilikajele abayisikhombisa.
LINGASE lisuswe igama lakhe ohlwini lwamanesi abhaliswe ngokusemthethweni unesi osolwa ngokusebenzisa igama lesiguli ukuze athole umjovo onamandla osetshenziswa ...