Usathukile unesi obhaklazwe yisiguli ewodini

S'MANGELE ZUMA|Published

UYESABA ukubuyela emsebenzini umhlengikazi wasesibhedlela saseThekwini, iKing Edward VIII, othi ushaywe yisiguli wavaleka iso ngesikhathi esemsebenzini ngoLwesihlanu ...

Uphume ngebheyili umshumayeli osolwa ngokudlwengula umshana

S'MANGELE ZUMA|Published

UNGAPHANDLE ngebheyili kaR5 000 umshumayeli (42) webandla lamaRoma eClermont osolwa ngokudlwengula umshana wakhe (16) okuthiwa wamvimbezela ngesikhathi elungiselela ...

Uboshiwe umfundisi osolwa ngokugwaza ingoduso

S'MANGELE ZUMA|Published

UMfundisi Sithembiso Shabangu (35) kuthiwa utholwe esekubhaceni emuva kokuhlasela ingoduso yakhe, uNksz Linda Sibiya (29) ikubo eDumbe ngeledlule.

‘Ubhokodwe’ ngumyeni wakhe obemsola ngokumjolela

S'MANGELE ZUMA|Published

LISESIMENI esibucayi esibhedlela isosha laseDumbe umyeni walo okuthiwa ungumfundisi obhale ekhasini lakhe kwiFacebook ukuthi uyaxolisa ngakwenze kulo, ubesehluthukelwe ...

Inkosikazi igcine imvulele icala umfundisi oyiphilisa ngesibhaxu

S'MANGELE ZUMA|Published

UVULELWE icala lokushaya yinkosikazi yakhe umfundisi owayengumsakazi weMbokodo FM, uPastor Simo Nene webandla laseThekwini, iTrue Gospel of Christ Ministry Church. ...

Kuboshwe isikhulu nosomabhizinisi eThekwini

S'MANGELE ZUMA|Published

KUBOSHWE isikhulu sikaMasipala weTheku, umkaso, nosomabhizinisi abathathu abagcine ngokudedelwa ngebheyili kaR10 000, umuntu emunye besolwa ngamacala enkohlakalo. ...

Uyabhoboka umndeni ngomsindo wethuna ekilasini

S'MANGELE ZUMA|Published

UYAVEVA owesifazane ozibize ngomzukulu wekhehla athi yilona elangcwatshwa ethuneni elisekilasini likaGrade 10 esikoleni iMthwane Senior Seconday, eMzimkhulu.

Ubeqhuba izinqola ophase u-matric ngamalengiso

S'MANGELE ZUMA|Published

UBONGA uthishomkhulu wakhe owamkhuthaza ukuthi abuyele esikoleni umfana waseBuchanan, eMpangeni, obeseziphilisa ngokuqhuba izinqola zasesitolo kwaCheckers enxanxatheleni ...

Kusolwa umkhuba ekhaya ngotholwe emotweni yakhe eseshonile esonakele

S'MANGELE ZUMA|Published

UNUKANA wodwa umndeni wowesifazane waseKhula Village, eMtubatuba okutholwe isidumbu sakhe sisongwe ngengubo yokulala, safihlwa emuva kwezihlalo zeveni yakhe emgwaqweni ...

Kubonwa ngokusa kwabalimele kugujwa kowendodana kaTzozo

S'MANGELE ZUMA|Published

KUSOLWA utshwala nezidakamizwa ukuthi yizinto eziholele ekutheni kugwazane kanzima abafana abayisithupha, oyedwa kubonwa ngokusa kuye umva kwesehlo esenzeke emzini ...

Indida ngendodana yomlingisi edubulekile

S'MANGELE ZUMA|Published

ISESIMENI esibucayi esibhedlela saseGoli indodana (4) yomlingisi osanda kudlula emhlabeni, u-Andile Gumbi.

Kucwile imali yomfundisi ongumsakazi ‘ebhanoyini’

S'MANGELE ZUMA|Published

USALE encela isithupha umsakazi weMbokodo FM ongumfundisi, obeyinxusa lenkampani iBlue Alpha Alliance Group okuthiwa ishaye yachitha nemali yabantu. UMfundisi uNdlelenhle ...

UKaunda ukhuza umkhuba wokukipita

S'MANGELE ZUMA|Published

IMEYA yaseThekwini uMnuz Mxolisi Kaunda yeluleke amadoda ukuthi ahlukane nokukipita kodwa aganwe, abe namakhosikazi aqondile ukuze akhe imindeni efudumele enesisekelo. ...

Kubhuntshe umcimbi ephangwa imali yelobolo

S'MANGELE ZUMA|Published

UDUBE ikhaya umlisa waseMandeni ongenelwe wumlisa obehlome ngesibhamu wamphuca imali enguR22 000 abehlele ukuyolobola ngayo isinqandamathe sakhe sasePort Shepstone ...

Umndeni ungqongqe uvaleleke endlini

S'MANGELE ZUMA|Published

KUSHE kwangqongqa isalukazi nabazukulu ababili eNanda Newtown A emuva kokuvinjezelwa wumlilo belele, ezintatha ngoMgqibelo.

Kuboshwe uthisha ecaleni lokubulala umfundi

S'MANGELE ZUMA|Published

UVELE eNkantolo yeMantshi yaseManguzi ngoLwesine uthisha osolwa ngokubulala, agqibe umfundi (12) owaphuma kubo ngoSepthemba 30 wathi uyovakashela lo thisha.

Unina kaSenzo ukhala ngosizi lwezingane

S'MANGELE ZUMA|Published

UYABALISA unina wowayengunozinti we-Orlando Pirates neBafana Bafana, uSenzo Meyiwa ngendodakazi endala kaSenzo engakaze ilithole ifa likayise selokhu abulawa eminyakeni ...

Ingwijikhwebu ngohlelo oluqoshwa ngokaZuma

S'MANGELE ZUMA|Published

USESHAYA ungqimphothe umdidiyeli wohlelo lwethelevishini olukhuluma ngempilo yomndeni yowayengumengameli wakuleli, uMnuz Jacob Zuma.

Osomatekisi vs Taxify no-Uber

S'MANGELE ZUMA|Published

BASOLA osomatekisi ngokuba nomhobholo abashayeli bezimoto ezincane ezithutha abantu i-Uber noTaxify.

Uvalo emndenini ngengane enyamalele

S'MANGELE ZUMA|Published

UBAMBE umoya umndeni womfana waseThengani, eManguzi, onyamalale emasontweni amabili edlule ngesikhathi eyovakashela umlisa obenguthisha wakhe. ULwazi Tembe (12) ...

Uyalulekwa uthisha ophunyuke ethunjwe amadoda amgibelise imoto

S'MANGELE ZUMA|Published

USATHUKA izanya uthisha waseNgoje eVryheid ophunyuke efulethini eliseHillbrow eGoli lapho ebethunjwe khona amadoda angawazi isonto lonke emphuzisa amanzi kuphela. ...

Isitshudeni singqongqise esinye ngomlilo ehlathini

S'MANGELE ZUMA|Published

KUBOSHWE isitshudeni saseNyusesi yaKwaZulu-Natal ophikweni lwaseWestville esisolwa ngokubulala singqongqise umngani waso, naye ofunda kule nyuvesi izolo ekuseni. ...

Uvalo emndenini ngengane enyamalele

S'MANGELE ZUMA|Published

UBAMBE umoya umndeni womfana waseThengani, eManguzi, onyamalale emasontweni amabili edlule ngesikhathi eyovakashela umlisa obenguthisha wakhe.

Abefundisi abayizwa eyokushadisa abobulili obufanayo

S'MANGELE ZUMA|Published

ABAYIZWA eyokushadisa izithandani zobulili obufanayo abefundisi bamabandla amadala aziwa ngokuthi amabandla omthetho.

Usekhubazekile umfundi owashayiswa yimoto yowoZalo

S'MANGELE ZUMA|Published

USEPHANJANELWA yikhanda umfundi kaGrade 11 okuthiwa ushayiswe yimoto, iBMW eyayishayelwa obengumlingisi womdlalo owuchungechunge weSABC 1 Uzalo, uNokuthula ?Nocxy? ...