AMACALA abhekene noMnyango wezeMpilo kuleli athinta ukungelashwa ngendlela efanele kweziguli adla imali okumele ngabe isetshenziselwa ezinye izinto kulo mnyango. ...
OWAYENGUSIHLALO webhodi lase-Eskom lesikhashana, uSolwazi Malegapuru Makgoba, usole izinhlaka zezokuphepha eNingizimu Afrika ngesimo sale nkampani.
USOMLOMO wePhalamende, uNkk Nosiviwe Mapisa-Nqakula uzokhipha usuku ngesonto elizayo lapho amalungu ePhalamende ezobamba khona inkulumo-mpikiswano aphinde avotele ...
UMENGAMELI wakuleli, uMnuz Cyril Ramaphosa, uhlabe ikhwelo wanxusa uMkhandlu wezokuPhepha ngaphansi kwe-UN, ukuba ungenelele ekuxazululeni impi ese-Ukraine. URamaphosa ...
UBUYELE enkantolo namuhla umnuz Zandile Mafe, osolwa ngokushisa iPhalamende, lapho kuzokhishwa khona isinqumo ngesicelo sakhe sebheyili. IMantshi ifunde iziphakamiso ...
AMALUNGU ePhalamende avumelene ngokuthi azozidingida izinkinga zeSABC ezimayelana nokudilizwa kwabantu.
Izifundazwe iLimpopo, Northern Cape, Western Cape zizoba nezigcawu okuzolalelwa kuzo imibono yomphakathi kulandelwa imithetho yomvalelandlini.
IZINYUNYANA zothisha zixwayisa uMnyango wezeMfundo oyisiSekelo ngokuthi kumele ube nohlelo ozolusebenzisa ...
ABAMATEKISI bathi ngeke balwamukele uxhaso lukahulumeni lukaR5 000 olumenyezelwe wuNgqongqoshe wezokuThutha kuleli, uMnuz Fikile Mbalula ngoLwesihlanu. Bathi le ...
UNGQONGQOSHE wezeMpilo kuzwelonke uDkt Zweli Mkhize, uxwayise izwe ukuthi lilindele ukunyuka kakhulu kwesibalo sabashonayo nabahaqwa yiCovidi-19.
OSOMNOTHO baxwayise uNgqongqoshe wezeziMali, uMnuz Tito Mboweni, ukuthi ngeke ayiwine impi engaphakathi kwi-ANC, yokuthi kuqiniswe isandla ezinkampanini zikahulumeni. ...
OBENGUMENGAMELI wezwe, uMnuz Jacob Zuma, kulindeleke ukuthi athole incwadi emyalela ukuba ayovela phambi kweKhomishini ephenya ngokuLawulwa koMbuso yiDlanzana maduze ...
UPHIKO lwezokushushisa kuleli, iNational Prosecuting Authority (NPA) luhoxise icala ebeliphenywa ngokudliswa ushevu kwalowo owayengumengameli wakuleli uMnuz Jabo ...
UMHOLI we-EFF, uMnuz Julius Malema, uxwayise uMengameli Cyril Ramaphosa ngokuthi uzokwenza impilo yakhe ibe nzima ePhalamende uma evikela uNgqongqoshe wamaBhizinisi ...
UMENGAMELI Cyril Ramaphosa useqoke uqweqwe lomshushisi, * -Advocate Hermione Cronje, ukuba ahole ithimba eliphenya amacala enkohlakalo.
UNGQONGQOSHE wezokuXhumana uNkk Stella Ndabeni-Abrahams uthi ngeke bayeke iSABC igwilize njengoba isenkingeni yezimali kodwa bazoyisiza ngemali maduze nje.
UNGQONGQOSHE wezaseKhaya, uMnuz Malusi Gigaba uzokwazi maduze ngekusasa lakhe emuva kokuthi uMengameli Cyril Ramaphosa ethe uzohlahla indlela eya phambilini maduze. ...
UHULUMENI ubuyisele iSouth African Airways (SAA) eMnyangweni wezamaBhizinisi kahulumeni emuva kokuthi le nkampani yayifakwe eMnyangweni wezeziMali
I-DA ifuna ikomiti lezobulungiswa ePhalamende liphakamise ukuthi kuxoshwe uMvikeli woMphakathi u-Adv Busisiwe Mkhwebane ngenxa yezinqumo zakhe
UNGQONGQOSHE wamaPhoyisa uBheki Cele useqinisekise ukuthi kuzobhekwa impilo ephilwa ngamaphoyisa, nanethemba lokuthi lokhu kuzonciphisa ubugebengu
OWAYEYISIKHULU sakwa-Eskom, uMnuz Brian Molefe usephinde wakugcizelela ukuthi akazange asule kule nkampani kodwa wathatha umhlalaphansi
KUHLALE obala ukuxabana nokuhlukana phakathi kwebhodi lakwaSouth African Airways (SAA) ngoLwesibili, usihlalo wale nkampani yezindiza, uNkk Dudu Myeni, evela yedwa ...
I-ANC ingase iphenywe kabanzi mayelana nohlelo lwayo lokusabalalisa izindaba ezingekho ngamaqembu aphikisayo ikakhulukazi ngesikhathi kukhankaselwa ukhetho lohulumeni ...
UBUKEKA usekude ukuphela umsindo othinta iqembu elibusayo i-ANC mayelana nomkhankaso walo wokubeka kabi amanye amaqembu epolitiki. Manje sekuvela ukuthi ezinye izikhulu ...
ILUNGA lenhlangano ebusayo ...