OwaseNkandla neqhinga elimsize enqoba elaseMzansi

Sithembiso Mkhize|Published

UMPETHA omusha we-SA Female Super Middleweight, uWendy "Rose of Lindelani" Gcadu, uveze ukuthi usizwe ukungaseyi isitha sakhe phezu kokuba esesishaye izikhawu.

Usethembele esibhakeleni owaphunyukwa yithuba kumaSharks

Sithembiso Mkhize|Published

ITHEMBA lakhe lonke uselibeke esibhakeleni uPhumelele "Scishamlilo" Ngcobo (27) owaphuthwa ithuba lokudlalela iqembu lombhoxo amaHollywoodbets Sharks nokuba umshayeli ...

ISundowns yasihambela phambili ngoBen 10:Zungu

Sithembiso Mkhize|Published

USIHLALO waMaZulu, uSandile Zungu, udalule ukuthi waqala ukweshela uBongani "Ben 10" Zungu ngesikhathi ebuya eScotland, engakayijoyini iMamelodi Sundowns.

Kufezeke iphupho likaNosiacwase enqoba elaseMzansi

Sithembiso Mkhize|Published

UZOYILONDOLOZELA imfundo yendodakazi yakhe imali ayithole ngokuphuca uThema Zuma ibhande le-SA Female Jr Bantamweight uNosiacwase "Golden Girl" Dube-Mutavhatsindi ...

IGallants igaqele okhuhla ibhentshi kwiPirates

Sithembiso Mkhize|Published

IMARUMO Gallants kuvela ukuthi ihlela ukubuyisa umdlali wasesiswini, uNdabayithethwa Ndlondlo, olizwa ngendaba ijezi kwi-Orlando Pirates ngaphansi komqeqeshi uJose ...

UComitis ukhathazwa wumgqigqo weCity

Sithembiso Mkhize|Published

USIHLALO weCape Town City, uJohn Comitis, ubalula ukubaluleka kokunqoba emdlalweni wokugcina kulo nyaka abazowudlala naMaZulu.

UChivaviro ulobizela inkontileka entsha kwiChiefs

Sithembiso Mkhize|Published

NAKUBA umgadli weKaizer Chiefs, uRanga Chivaviro (32), enyamanambana kubalandeli baleli qembu kodwa imenenja yakhe iveza ukuthi uzokwenza konke okusemandleni ukuze ...

Eyebhande le-WBC ithwele ithemba lebhokisa laseKZN

Sithembiso Mkhize|Published

UMSHAYISIBHAKELA wase-Eastern Cape, uSiyakholwa "One Way" Kuse (21) uzongena eringini kusasa eyolwela ibhande le-WBC ephethe amathemba kaThami Luthuli waseNkandla, ...

OweBay uphefumula ngamathonsi abanzi abehlelayo

Sithembiso Mkhize|Published

IBAMBA lomqeqeshi weRichards Bay, uRonnie Gabriel, livuma ukuthi ukuphikwa imiphumela sekwehlise ukuzethemba kubadlali babo.

UVilakazi ubalula okusashoda kubadlali boSuthu

Sithembiso Mkhize|Published

NAKUBA AmaZulu evulela isibhaxu kulezi zinsuku kodwa omunye wabaqeqeshi bawo, uVusumuzi "Kanu" Vilakazi, uveze ukuthi bakholelwa ekutheni abadlali babo abakazimiseli ...

USithole ulibhekisa eTurkey ukuyohlungela i-Australian Open

Sithembiso Mkhize|Published

ISILOMO somdlali we-wheelchair tennis, uLucas Sithole, sizimisele ngokwenza konke okusemandleni ukuzibekisela indawo kwi-Austalian Open ezokuba ngoJanuwari 6-26 ...

ISafa izofongqa isigqoko kubaqeqeshi bakuleli

Sithembiso Mkhize|Published

I-SOUTH African Football Association (Safa) izocela abaqeqeshi baseMzansi asebemnkantshubomvu ukuthi bafake isandla ekudwebeni indlela yokudlala amaqembu esizwe ...

UKhumalo usazibona ebuyela oSuthwini

Sithembiso Mkhize|Published

AKALILAHLILE ithemba ngokubuyela kuMaZulu uSandile "Mbaya" Khumalo (26) obolekiswe yileli qembu kwiBlack Leopards eyibamba kwiMotsepe Foundation Championship.

Bathenjiswe uKhisimusi omnandi abeMagesi

Sithembiso Mkhize|Published

KUVELA ukuthi abadlali beMagesi FC bathenjiswe uKhisimusi omnandi uma beke banqoba inkomishi yeCarling Knockout ngempelasonto.

OweGalaxy uveza isizathu sokulanda uDolly

Sithembiso Mkhize|Published

USIHLALO weTS Galaxy, uTim Sukazi, uveza ukuthi basayinise uKeagan Dolly (31) ngoba befuna afake isandla nasethimbeni labaqeqeshi.

Ngixolisile kuVilakazi nakuKhenyeza: Steenbok

Sithembiso Mkhize|Published

OPHETHE isikhundla sokuba wumqondisi wosomaqhinga kwiSouth African Football Association (Safa), uWalter Steenbok, uveze ukuthi uxolisile kuMabhuti Khenyeza nakuVusumuzi ...

U-Andisiwe ufuna ukubuya negolide kwiDrakensberg Marathon

Sithembiso Mkhize|Published

ILIBHEKISA kwiDrakensberg Marathon ngenhloso yokuyobuyisa indondo yayo yegolide intokazi yaKwaMgaye, eMzumbe, u-Andisiwe Njunguza obe nonyaka omuhle kwezokusubatha. ...

Impumelelo yeMagesi imangaza nosihlalo wayo

Sithembiso Mkhize|Published

IMPUMELELO yeMagesi imangaza ngisho uSolly Makhubela ongusihlalo wayo.

OweCoastal nesizathu sokuqala ngebatha kwi-ABC Motsepe League

Sithembiso Mkhize|Published

UMNIKAZI ophinde abe ngumqeqeshi weThekwini Coastal, uLindani "Mantaye" Shezi, uveza isizathu esenze bangayiqala kahle isizini ka-2024/25 kwi-ABC Motsepe League. ...

Bayodlala umbhoxo e-Italy abesikole saseMooi River

Sithembiso Mkhize|Published

BATHOLE ithuba eliyingqayizivele abafundi besikole sezolimo, iWeston Agricultural College, eMooi River beqokelwa eqoqweni lakuleli elizolibhekisa e-Italy ukuyodlala ...

URamovic uyayiqonda inselelo emhlalele kwiYanga

Sithembiso Mkhize|Published

UWUQONDA kahle umsebenzi omhlalele uSead Ramovic olaxaze iTS Galaxy wathatha umsebenzi wokuqeqesha iYoung Africans yaseTanzania. Emasontweni edlule, lo mqeqeshi ...

UMokoka nesifiso sokukhangula oweHollywoodbets ngeyegolide

Sithembiso Mkhize|Published

UStephen Mokoka, ongomunye wabasubathi okubhekwe ukuthi badle umhlanganiso emlenzeni wokuqala weHollywoodbets Joburg 10km, uveze ukuthi umzimba wakhe usuwulungele ...

UShai ubeselahle ithemba ngokudlala kwiPremiership

Sithembiso Mkhize|Published

UVEZA ukuthi kunesikhathi lapho ake alahla khona ithemba ngokubuyela kwiBetway Premiership uSiyabulela Shai, otakulwe yiMarumo Gallants ngaphambi kokuqala kwesizini ...

UDavids ushona ezintangeni ngesicoco seligi yaseTanzania

Sithembiso Mkhize|Published

UKHULUMA ngokucophelela uFadlu Davids ongumqeqeshi weSimba S. C uma ebuzwa ngamathuba okubuyisela leli qembu esicongweni ebholeni laseTanzania. Lo mqeqeshi odabuka ...

UMofolo uzovala unyaka ngeHollywoodbets 10km

Sithembiso Mkhize|Published

UZOVALA unyaka ngeHollywoodbets Joburg 10km, uKamohelo Mofolo waseLesotho, obe nonyaka omuhle kwezokusubatha.